Usizi Inyanga Yakwa Mhlabuyalingana Ithakatha Abantu

  Рет қаралды 24,656

TRANSFORMATION LIVE

TRANSFORMATION LIVE

Күн бұрын

Пікірлер: 91
@vezi1808
@vezi1808 8 ай бұрын
Inyanga ibingeke ikhulume ukuba ayihlushwa imimoya le elwa naye, ukhuluma ngoba akasalali ebusuku, he is just saving his own skin, hayi ngoba inendaba no Londi!
@mfundomhlaba4015
@mfundomhlaba4015 8 ай бұрын
Ngiso Pongolo, nginomtwana omcane esimthole last year Nov. Kube nzima unina ebeletha ngoba uqulekile, ugcine ephuthunyiswa eNgwelezane, kuthe kulawo malanga sekuhlwa, kwafika omunye usisi wacela ukukhuluma nami ngedwa. Uvele wasikhihla isililo wathi umuntu engimjwayele uthe akuqedwe ngengane yami, angibuzanga nokuthi ubani ngiqhubeka nomkhuleko. ❤Bayaphila bonke umtwana nonina ngiyabonga.
@TransformationLive1
@TransformationLive1 8 ай бұрын
Hmmm bakhohlakele abantu Mfundo 😭😭 kodwa siyabonga ngoba uJehova uwenzile umusa babuya bephila siyabonga niqhubeke nokukhuleka ngoba impi ayikakapheli.
@angelinetenza1446
@angelinetenza1446 25 күн бұрын
​@@TransformationLive1menzisto ngayithola kanjan number yakho?
@mskhumalo5118
@mskhumalo5118 8 ай бұрын
MC . A lot of us are still dying for our parents , grandparents and great grandparent's sin. She is not the only one. Unfortunately.
@TransformationLive1
@TransformationLive1 8 ай бұрын
True that.
@SkhumbuzoKunene-t7z
@SkhumbuzoKunene-t7z 8 ай бұрын
Baqinisile mabethi inyanga umthakathi kodwa kuyayiwa kwasikhova sikhalemini....siyabonga mfowami ngesiqephu osiphesona.
@nontsikelelontuli4449
@nontsikelelontuli4449 8 ай бұрын
Present our MC Ngamazwi akho obuhlakani ngaso sonke isikhathi.
@TransformationLive1
@TransformationLive1 8 ай бұрын
Thank you 🙏
@jurodahgabriel1816
@jurodahgabriel1816 8 ай бұрын
Eyi... Umile uShembe ulinde imisebenzi yethu emibi, iNkosi yaseKuPhakameni yangithatha ngoMoya yangisa echibini lomlilo linjengolwandle lomlilo yase ingibonisa umame entanta phakathi, ubuhlungu bakhona akukhaleki Webantu bomhlaba iNkosi isiyabuya emhlabeni yona uqobo futhi imbulela ebathandayo nenomusa kubo Ncoyincoyi Nyon'mhlophe, uSimayedwa owadala konke 🙏🙏🙏Amen keloyondawo!!
@Thulz.
@Thulz. 8 ай бұрын
I'm watching with my colleague friend from King Cetshwayo District.
@TransformationLive1
@TransformationLive1 8 ай бұрын
Siyabonga kakhulu 👏
@tlokwejulia2231
@tlokwejulia2231 8 ай бұрын
Haawu, painful story, Is true God is good all the time, I pray she get help quickly, Danko, limpopo, M C tnx
@TransformationLive1
@TransformationLive1 8 ай бұрын
Thanks a lot 🙏
@promisenomthandazo2020
@promisenomthandazo2020 8 ай бұрын
Mmmm ey banonya abanye bantu laymhlabeni .isihluku esingaka enganeni yabantu ibe ingenze lutho.😢
@Syathembangema
@Syathembangema 8 ай бұрын
Mc syabonga ngezindaba ezinohlonz❤️
@TransformationLive1
@TransformationLive1 8 ай бұрын
Kubonga thina🙏🙏🙏
@Supadiski5
@Supadiski5 8 ай бұрын
Kubi emhlabeni 😢😢 sifela izono ezingezozethu
@skholiwengobese1036
@skholiwengobese1036 8 ай бұрын
Eishh jah neh ngisuka khona impela kwaMhlabuyalingana yiqiniso iyenziwa lento sigqilazekile siyintsha ngalemkhuba yokuvala izinhlahla zethu ayii kubi
@thuhmnguni6721
@thuhmnguni6721 8 ай бұрын
Siyathokoza MC🤝sicela uphinde usitholele izindaba zika baba uSpukla Mpungose 🙏
@TransformationLive1
@TransformationLive1 8 ай бұрын
🙏🙏🙏
@lucymthembu7021
@lucymthembu7021 8 ай бұрын
And revenge is bitter.masiyamukele nje blacks sinjalo.
@Jonhywalkerchonco590
@Jonhywalkerchonco590 8 ай бұрын
Mmmmh ukuthi ingane zingena ngaphi nje eyimpini zabazali awazi
@nonkululekokhulakahle3313
@nonkululekokhulakahle3313 8 ай бұрын
Yoooo MC lwaze labuhlungu udaba lwaLondi
@TransformationLive1
@TransformationLive1 8 ай бұрын
Lunzima
@sandilemntungwa1538
@sandilemntungwa1538 8 ай бұрын
Hayi ngigeza izandla kunzima emhlabeni
@bonganidube-yu2rd
@bonganidube-yu2rd 8 ай бұрын
Yohh kubi emhlabeni😢😢
@zabelozarh1963
@zabelozarh1963 8 ай бұрын
Engathi engaluthola ulondi gumbi usizo aih boo bakhohlakele omakhelwane 😢 bayofa besha labo makhelwane ngoba bayathakatha 😢
@LethukwenamaZwane
@LethukwenamaZwane 8 ай бұрын
Aw ubuthakathi njalo bukhona ngempela yabuhlungu indaba engathi engasizakala untonbazane
@selinaradebe8319
@selinaradebe8319 8 ай бұрын
Mmmh..kwazekwanzima emhlabeni Sivakashile.Abantu banesihluku Yazi
@mbongelenishadrack3133
@mbongelenishadrack3133 8 ай бұрын
Bese nithi akukho ukuthakatha nithi sizoqhathimindeni yeyi bayaganga abantu la ngaphandle ei ubuhlungu 💔😭😭😭😭 buza kimi siyafa sifele into esingenazo ngenxa yomona kodwa kuyayiwa ezulwini, sizani atholakale lo sisi ezophila noma esemoshakalelwe impilo,
@SamukelisiweMayeza
@SamukelisiweMayeza 4 ай бұрын
Never underestimate underground gang 🤍,dloxi la Londi linamandla kakhulu
@sibongilebiyela2784
@sibongilebiyela2784 8 ай бұрын
Nkosi yami benzani bona baya jabula benzani into e buhlungu ka ngaka aba ncedakale ngempela zibuyele kubo lezinto Nkulunkulu uyaba thanda kakhulu nabo o londi bazo sizakala asi thembe 🙌
@phumzilekhumalo5238
@phumzilekhumalo5238 8 ай бұрын
Eish baze banonya abantu bakithi isono esingaka 💔
@tinangubane9349
@tinangubane9349 8 ай бұрын
Kwaze kwanzima wemalooo 🙆‍♂️kdw sbonga ukt unembeza usakhona kwi nyanga mthakathi ndini lo
@TransformationLive1
@TransformationLive1 8 ай бұрын
Yebo.
@zodwadlamini4213
@zodwadlamini4213 8 ай бұрын
Our Mc good reader
@DumsileWendy
@DumsileWendy 3 күн бұрын
Mmmh nkosiyami 😢ngoba siphila kabuhlungu
@nokuthulacumbula1502
@nokuthulacumbula1502 8 ай бұрын
Eeei umhlaba uyahlaba straight 😢😢
@khuselwadaliwe-he8mz
@khuselwadaliwe-he8mz 8 ай бұрын
Kwaze kwabuhlungu emhlabeni esiphila kuwona kunzima, abantu bakaNkulunkulu bayizilwane ezidla abantu into ebuhlungu kanjena uyenza komunye umuntu.
@TransformationLive1
@TransformationLive1 8 ай бұрын
Ubulwane obuphindaphindiwe lobu😿
@DuduSithole-b3s
@DuduSithole-b3s 8 ай бұрын
Kodwa ngabantu bakithi,ngenelela Jehova 😢
@TransformationLive1
@TransformationLive1 8 ай бұрын
🙌
@zamasthole9083
@zamasthole9083 8 ай бұрын
Mmmmh isono esngaka nkosi😢syabonga MC🙏
@marangmasegomutloane3619
@marangmasegomutloane3619 8 ай бұрын
Baba ❤❤❤
@TransformationLive1
@TransformationLive1 8 ай бұрын
Mama🥰
@WalterTshuma-e6l
@WalterTshuma-e6l 8 ай бұрын
Ngikubuka ngise Capetown bhuti😊
@TransformationLive1
@TransformationLive1 8 ай бұрын
👏👏👏
@musawenkosingubane1364
@musawenkosingubane1364 8 ай бұрын
Inyanga yaku Blocker 😂
@TransformationLive1
@TransformationLive1 8 ай бұрын
Yebo🤣🤣
@bongomagubane-on6tr
@bongomagubane-on6tr 8 ай бұрын
Mhhhh thixo😢 wami
@ThabisoMkhize-re9dy
@ThabisoMkhize-re9dy 8 ай бұрын
Kunzim mhlabeni izono zabazali ziwela kuthina
@BibiManyatsi
@BibiManyatsi 8 ай бұрын
I think we were also closed kulaywa umama; can somebody share remedy other thn kuya enyangeni
@SmangeleDlamini-b6s
@SmangeleDlamini-b6s 8 ай бұрын
Awu..usizi olungaka kodwa nkosiyami 😭 😭😭
@kheswa19
@kheswa19 8 ай бұрын
Eyakuphi noMhlabuyalingana?
@davidmaluleke3247
@davidmaluleke3247 8 ай бұрын
Angikwazi ukukhuluma ryt now😢😢
@TransformationLive1
@TransformationLive1 8 ай бұрын
Yona into engakhulumeki lena.
@lucymthembu7021
@lucymthembu7021 8 ай бұрын
Yoooo bakhohlakele labantu maan.umona weskhathibesingaka,what kind of people are this who can move on but bhuti Muzi yaz yini,there is a story behind the two families.you might even find that they were cursing laba because nabo laba they did something.youbknow how revenge operates in black people amd how can idlozinlabo lingakwazwibukulwa physical to end that sorrow!hqyiii.but I KZN yena uzothola I world cup ku competition yobuthakathi..
@TransformationLive1
@TransformationLive1 8 ай бұрын
Hawu kodwa nge competition yobuthakathi sisi😿😿
@ripples4ever
@ripples4ever 8 ай бұрын
Yazeyanzima indaba ka Londy Gumbi ngenxa yonina wakhe balwa naye, nalapha engihlala ngakhona kwa Mashu kunogogo owayebizwa ngomthakathi ngenxa yokuthi balaya undodakazi wakhe owayemuhle eyi darky
@AsandeGina-c1h
@AsandeGina-c1h 8 ай бұрын
Yoh😮😢
@siphesihlelanga5783
@siphesihlelanga5783 8 ай бұрын
I hope seniyabona why abantu abamnyama behlupheka benefits emhlabeni, yingoba unkulunkulu udinwa yilemkhuba.
@mbongie411mnyaka6
@mbongie411mnyaka6 8 ай бұрын
MC my brother eish a background music it's too loud
@S_25752
@S_25752 8 ай бұрын
Abantu ngomona emhlabeni akebe yeke usathane abantu mayomiswa mhla kuphela ,ingane sengathi i galuthola usizo
@kamaveetv
@kamaveetv 8 ай бұрын
Kwaze kwabuhlungu nkosiyami akabashongo ngani nje abenzi bobubi sibazise umhlaba wonke 😂😂
@kwazikwakhesibusiso1094
@kwazikwakhesibusiso1094 8 ай бұрын
Mc lwanzima udaba, kodwa awukho umgqomo wakulahla umuntu. INyanga no Londi Gumbi bengashayela SHAMASE HEALTH AND BEAUTY lukhona usizo siphele lesisimo, kodwa azophela amandla obuloyi kwinyanga, inkosi inibusise
@nkalakathabeybuza
@nkalakathabeybuza 7 ай бұрын
Uthini lo uthi haw kanti wabhalelwa yiyo inyanga😂😂
@Lindaumusa
@Lindaumusa 8 ай бұрын
Wow How Evil can people be no wonder u Jeremiah wakhuluma kanje UJeremiya 17:9 . Inhliziyo iyakhohlisa ngaphezu kwakho konke, futhi imbi; ngubani ongayazi na?
@TransformationLive1
@TransformationLive1 8 ай бұрын
Imikhuba yakulelizwe inzima kakhulu bhuti.
@Thembi_Promise_Mahwayi
@Thembi_Promise_Mahwayi 8 ай бұрын
Kubi kakhula la mhlabeni haaa😢
@TransformationLive1
@TransformationLive1 8 ай бұрын
It's bad😥
@MduduziNkosikhonaMbuyisa
@MduduziNkosikhonaMbuyisa 8 ай бұрын
Menzisto mft mangabe ngfisa ukudlulisa nam olwami udaba ngingenza njan mft❓
@TransformationLive1
@TransformationLive1 8 ай бұрын
Ngifonele 076 292 0313
@bongekambatha5753
@bongekambatha5753 8 ай бұрын
Kaz koze kube nini sidlal imgodoyi
@TransformationLive1
@TransformationLive1 8 ай бұрын
Luyeza olwabo usuku.
@bongekambatha5753
@bongekambatha5753 8 ай бұрын
@@TransformationLive1 yep mkhaya
@khulaniinnocent1583
@khulaniinnocent1583 8 ай бұрын
💔💔sifela izitha zabazali eyy
@TransformationLive1
@TransformationLive1 8 ай бұрын
Kunzima 😭
@sakhisizwesakhindovela1503
@sakhisizwesakhindovela1503 8 ай бұрын
Siyathokoza MC
@duduvero3396
@duduvero3396 8 ай бұрын
Kundzima kulomhlaba
@TransformationLive1
@TransformationLive1 8 ай бұрын
Kakhulu 😥
@thandomzolo7649
@thandomzolo7649 8 ай бұрын
😇😇😇
@sphamandlakubeka8455
@sphamandlakubeka8455 8 ай бұрын
Ey kwabuhlungu bakith and ngyayaz lento yokushonelwa izingane nkosi yam
@quintonmanyano2720
@quintonmanyano2720 8 ай бұрын
Yoh, such wickedness!........
@TransformationLive1
@TransformationLive1 8 ай бұрын
Kunzima bafwethu 😭😭
@londiwecelimpilo4068
@londiwecelimpilo4068 8 ай бұрын
Menzisto kuxhumaneka kanjani nawe ngoba ngempela loludaba lufana nolwami.kodwa angiphumi eDumbe
@mzordmangethe5523
@mzordmangethe5523 8 ай бұрын
😢
@EdnaSwart-m7g
@EdnaSwart-m7g 8 ай бұрын
He blocked you🙄
@SihleNzima-un2vh
@SihleNzima-un2vh 8 ай бұрын
MC boke uxoxe usixwayise ngalento yokuthwala
@freedommyeza2601
@freedommyeza2601 8 ай бұрын
Yeyi yabuhlungu lento abayenze ku lezingane zalomama baze bayavuselela dade akukho nje abakuphilelayo bona bagade impiloyabantu kazi ezabo ingane zinani ke nje njengoba behamba benza ukukhohlakala sengathi bengathola usizo benomfowabo impilo iqhubeke ngathi isimo sasemhlabeni nje sokuphila sinzima kangaka bese kubakhona abantu abazoba yinkinga empilweniyakho
Usizi umfundi eboshelwa amanga
50:15
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 2,2 М.
IZINYANGA ZAMANGA
25:08
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 31 М.
НАШЛА ДЕНЬГИ🙀@VERONIKAborsch
00:38
МишАня
Рет қаралды 2,9 МЛН
Flipping Robot vs Heavier And Heavier Objects
00:34
Mark Rober
Рет қаралды 59 МЛН
Osman Kalyoncu Sonu Üzücü Saddest Videos Dream Engine 269 #shorts
00:26
SISTER EXPOSED MY MAGIC @Whoispelagheya
00:45
MasomkaMagic
Рет қаралды 14 МЛН
Usizi inyanga yakwa mhlabuyalingana ikhanda intelezi yempi
11:12
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 23 М.
Intshontshe imali yesoka intombi ebivakashile
10:28
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 10 М.
Izinkabi chronicles[ Episode 18] - Usizi nobungozi bomuthi wezinkabi
31:13
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 140 М.
Ayanda Msweli Foundation | Safa Imikhovu Eyizintandane Update
28:24
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 229 М.
I Was R*ped By A Woman - Benjamin
51:27
JUSTIFY
Рет қаралды 82 М.
Usizi indoda igilwa intombi ekade igibele nayo itekisi
26:33
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 50 М.
НАШЛА ДЕНЬГИ🙀@VERONIKAborsch
00:38
МишАня
Рет қаралды 2,9 МЛН