Uyazisola eJele owabulala u Lucky Dube

  Рет қаралды 133,382

TRANSFORMATION LIVE

TRANSFORMATION LIVE

23 күн бұрын

Uyazisola eJele owabulala u Lucky Dube.
#podcast
#storytime

Пікірлер: 361
@user-om7gs8hg2o
@user-om7gs8hg2o 21 күн бұрын
From Durban Central I admired Lucky Dube and his music RIP Lucky Dube🙏🙏but your music lives on💔
@NokwandaZulu-od8jg
@NokwandaZulu-od8jg 17 күн бұрын
Noma ngabe kwakungeyena uLucky Dube why umuntu lumele afele into yakhe aze adutshulelwe ukufa pho cha ubulwane kubantu abupheli😢
@mancamalebogo
@mancamalebogo 9 күн бұрын
Cabanga nje Bhuti wam umona nje uNkuluNkulu makasxolele shame
@user-ff1dz4vx9p
@user-ff1dz4vx9p 21 күн бұрын
Basibulala ngeqhawe lethu 💔💔😭😭. NO TRUTH IN THIS WORLD.( one of his songs) 😭💔
@PrincessgobisambeduMbedu
@PrincessgobisambeduMbedu 17 күн бұрын
Wamdubula ngoba ethi ukhipha isbham why engazange abaleke yena akafuni ukufa,ibuhlungu into ayenza uyazisola ngoba waboshwa if zange aboshwe ngabe usebulele abantu abangaphi,RIP Lucky .
@LwandleMedia
@LwandleMedia 19 күн бұрын
Yei, basilimaza labantu, thina nje ekhaya sakhula ngayo i-reggae. Umalume wami, wayesirasta, eyidlala kusukela ekuseni kuze kuyoshona ilanga, Lucky Dube was our favorite. Thy is this song called "Remember me" every time idlala, wayevese ekhale izinyembezi umalume. Ngebhadi naye ushone 2022, ku funeral yakhe, sadlala yona lengoma ethi "Remember me" ukumuvalelisa ngayo. So, namanje uma ikhala, isivese ivusele mina izinhlungu😢
@nomthandazomponwana6345
@nomthandazomponwana6345 17 күн бұрын
Hay shem wasbulalel umuntu engangimkhonzile ngakhuliswa umusic wakhe from 1986 ngiwulalela till now😢😢😢😢
@oupatshabalala6060
@oupatshabalala6060 21 күн бұрын
yaz ngivele ngishaye u like ngingakalaleli indlela nje engimkhonze ngayo lo bafo uyakwazi ukukubeka endaweni if exoxa indaba uyakheka
@kwenzokuhlemnguni6459
@kwenzokuhlemnguni6459 21 күн бұрын
You're a good story teller my brother mfoka Shenge 🙏, muhle umsebenzi wakho uqhubekele phambili qhawe
@zithuleledlamini8136
@zithuleledlamini8136 21 күн бұрын
Ngeke ngaxola ngoba namanje mamngidlala Lucky kufika inyembezi efela into yakhe ayisebenzela kanzima
@CandyJoseph-tx5mz
@CandyJoseph-tx5mz 15 күн бұрын
Please try to forgive
@unathingqoba7144
@unathingqoba7144 20 күн бұрын
Even if it wasnt Lucky Dube no one deserves to be hijacked, killed for his possession/asserts theres nothing to justify what they did. Bekumele bafe bonke
@ZakitoMacaringue-f2g
@ZakitoMacaringue-f2g 21 күн бұрын
Watching from Mozambique (Maputo)❤ may his soul rest in peace 🙏 Lucky
@sonwabosobs4938
@sonwabosobs4938 21 күн бұрын
I am in Pemba
@simisombuyazi5804
@simisombuyazi5804 20 күн бұрын
Do you understand Zulu language?
@ZakitoMacaringue-f2g
@ZakitoMacaringue-f2g 20 күн бұрын
@@simisombuyazi5804 yebo kalhe nje
@sthembisoh.mngadi2961
@sthembisoh.mngadi2961 11 күн бұрын
​@@simisombuyazi5804nami I'm curious yaz
@MrMartinpro
@MrMartinpro 20 күн бұрын
We are also suffering from fatherless society, songs like Lucky Dube - Remember me, are important
@MthembeniDuma
@MthembeniDuma 21 күн бұрын
Ei bengiyithanda leyandoda weshembe😭
@nanihlethwala
@nanihlethwala 21 күн бұрын
Good story teller.The story is unlike Senzo Meyiwas case.Wrong accused.
@mabuyihlengwa8692
@mabuyihlengwa8692 17 күн бұрын
Kohlala kubuhlungu nje ukufa kwa Lucky Dube noma angaxolisa angeke kusasiza kosiza naye uma avele Afe😢😢😢
@ZandieyNtombela-wf1xe
@ZandieyNtombela-wf1xe 20 күн бұрын
Tnx bhut for coming back ubukhumbulekile u are a good story teller
@mziwamadodanonjiko8996
@mziwamadodanonjiko8996 21 күн бұрын
siyabonga Transformation Live ngomsebenzi omhle and nokuthi ni appload.e yonke imihla.
@nkululekosikhosana4983
@nkululekosikhosana4983 21 күн бұрын
Siyabonga mfundisi, in Swaziland we play sing and live reggae
@doctormkhize5017
@doctormkhize5017 19 күн бұрын
Ngo 2013, sasihamba singabafwethu edolobheni lase Malawi, elibizwa nge Karonga, sahlangana nabantu kulelodolobha basibuza ukuthi sivela kuliphi izwe,sasho ukuthi sivela eMzasi, basiphendula ngokuthi bayasinyanya ngoba sabulala u Lucky Dube...saphendula ngokuthi akubona abantu base South Africa ababulala u Lucky Dube, .... into eyangimangaza ukuthi ezitradini zakhona kwakudlalwa izingoma zakhe no Rebecca Malope.....nase Namibia saphinda saba nenkinga efanayo.....kuyangithokozisa ukuzwa ukuthi kukhona esabafa kulababantu ababulala u Lucky Dube...sekushoda ukuthi kufe lona okuthiwa uSfiso....lapho ngiyoxola.....noma angaxolisa kanjani kweyami inhliziyo ngeke, ngeke ngixole njengoba ngiyi South African.
@AneleShabangu-e2p
@AneleShabangu-e2p 10 күн бұрын
Washona lo Sfiso kusele u Mbudi Mabe use Boksburg prison
@ngcobomzwandilesenzo-yw9wp
@ngcobomzwandilesenzo-yw9wp 20 күн бұрын
Ibuhlungu lendaba ka Lucky Dube asibonge Shenge
@michaelmbetse340
@michaelmbetse340 20 күн бұрын
Reggae died with him. Playing his music reminds us of him in a hurtful way😢 MHSRP
@orahndumela3431
@orahndumela3431 17 күн бұрын
So true, this brings back memories. Yazi no one will replace Lucky Dube in SA..
@mondefrance3717
@mondefrance3717 5 күн бұрын
May lucky dube ' soul continue to rest in peace . I hate the fact that he said he didn't know if it was lucky dube , meaning if it was just an unknown person he was not gonna regret at all
@vusiradebe5737
@vusiradebe5737 21 күн бұрын
Mbuti mabe whom I went to school with both from e katlehong let me leave it there eish bhuti thank God I changed my life.
@thulanincube-d4r
@thulanincube-d4r 13 күн бұрын
Since lomuntu ethi labantu Ababulala uLucky Dube were from Zimbabwe is it true ?
@MthobisiHadebe-js3te
@MthobisiHadebe-js3te 18 күн бұрын
We wish ukuthi sizwe istory sika Senzo Meyiwa😢😢
@EgnesiaHermanus
@EgnesiaHermanus 18 күн бұрын
Yes indeed
@AyandaNtsinde
@AyandaNtsinde 20 күн бұрын
Danko bhuti asbonge Mara angeke kubelula ubaxolela
@mthiza-tee
@mthiza-tee 20 күн бұрын
"We are victims everrrrryday" lala ngokuthula Nyamazane🙏
@tgods38
@tgods38 21 күн бұрын
Watching from Ireland l remember going to his show in Limerick and l didn't know that was the last time or one of his last shows l will ever see.Lucky is missed greatly he was very talented.
@salgshaka4483
@salgshaka4483 19 күн бұрын
Kunzima ukuxola ngoba ngisamthanda namanje uLucky Dube kepha thank you for sharing now knowing the truth really makes a difference emqondweni wethu ebesingazi
@thembindlela9678
@thembindlela9678 21 күн бұрын
He's not sorry, didn't Lucky have a right to protect himself with his gun? He's not sorry at all
@user-om7gs8hg2o
@user-om7gs8hg2o 21 күн бұрын
I agree it's too late for sorry
@user-fx7lq6uu2y
@user-fx7lq6uu2y 17 күн бұрын
Lowo sifiso engathi angafa ka 💯 %
@BONGANI-G
@BONGANI-G 20 күн бұрын
Keep having Mandla on the Podcast.... He's good
@user-jd1rq4un6f
@user-jd1rq4un6f 20 күн бұрын
Ngiyaqal kukulalela,ungowakuph Shenge ekhaya❤
@PinkieQiqimana
@PinkieQiqimana 3 күн бұрын
I'll never recover from loosing my best artist...I always play Lucky when I'm bored
@lindiweshibe4507
@lindiweshibe4507 21 күн бұрын
Eyi ngiyakuzwa My Buti siyabonga nangodaba lwa Lucky Dube
@SikhumbuzoSifisoGumede
@SikhumbuzoSifisoGumede 17 күн бұрын
Ngamanye amazwi ngabe kwakungeyena uDube abambulala bengeke azisole uSfiso
@user-sl9je4ev9f
@user-sl9je4ev9f 20 күн бұрын
True brother those big stations they don't play local content
@MlungisiMkhulisi
@MlungisiMkhulisi 19 күн бұрын
True indeed ❤❤🎉🎉Dube family 🕊️🕊️🕊️ayidlalwe I Reggae music kuma radio 📻
@manqoba3486
@manqoba3486 20 күн бұрын
May that Sfiso rot in jail we sick and tired of these criminals.
@innocentndimande6468
@innocentndimande6468 20 күн бұрын
MA uthwala isbhamu inhloso yakho yinye yikubulala. may the spirit of lucky Dube and all his other victims hount him for life
@pba5459
@pba5459 15 күн бұрын
So true
@lindiwedodi4286
@lindiwedodi4286 12 күн бұрын
Siyabonga bhuti wam wish umculi we Reggae ngbuya kule Afrika. Uvakele ingathi kanti bakuzwile nabanye. ❤❤
@sihlemasondo2898
@sihlemasondo2898 21 күн бұрын
Africa unite siyabonga Shenge ✊✊✊
@smarazondi6338
@smarazondi6338 21 күн бұрын
Basibulala labo bantu ey kodwa ke akusenani 😢
@dbndlamini2825
@dbndlamini2825 21 күн бұрын
Baze basuka e Zimbabwe bazophuca abantu e South Africa,😢😢kwakumele babulawe ejele. Izinja lezi zibulala umuntu ngobabefuna imoto yakhe.😢😢
@user-wd1nq9fv3f
@user-wd1nq9fv3f 20 күн бұрын
Why uthi ngabasezimbabwe
@thembicele8818
@thembicele8818 20 күн бұрын
Mmmm...Isho isuhluku esingaka ubani owayengamazi umuntu owayedume😢? kanjena 😢😢😢Athi basishiye siphukile sonke nomndeni wakho usakhala nanamhlanje.Eish ngemoto nje . Nami ngiwahambe kakhulu ama-show akhe . Kuse khona o-Thuthukani no-Chris eish ..No udilikajele ubalungele qha kuze bofundisa abakubo from Zim
@dbndlamini2825
@dbndlamini2825 20 күн бұрын
@@user-wd1nq9fv3f kwashu bona e court uma ulandela i case kuyavela ukthi abase Zimbabwe
@menzishabangu2047
@menzishabangu2047 19 күн бұрын
Lying
@nxelenongalo6727
@nxelenongalo6727 19 күн бұрын
@@user-wd1nq9fv3fawulaleli ne🤞🏽
@khanyisiledlamini4109
@khanyisiledlamini4109 19 күн бұрын
The fact ukuthi wayeyothatha into azi kahle ukuthi akuyona eyakhe and aphinde aphathe isibhamu he doesn't deserve uxolo😢
@user-mn5vy2rf1n
@user-mn5vy2rf1n 21 күн бұрын
Good voice for preaching
@smarazondi6338
@smarazondi6338 21 күн бұрын
Ka Maphumulo lapho engikubuka khona ❤🎉
@user-qd1mh4gq4q
@user-qd1mh4gq4q 20 күн бұрын
Thank you so much my brother’s, we learning a lot ❤
@sanelengcobo4750
@sanelengcobo4750 20 күн бұрын
Wayemdubulela into yakhe noma angavika ngocikicane😢💔
@DManors102
@DManors102 20 күн бұрын
Attending church doesn't mean a person has changed. Sifiso shot Lucky Dube from the back while Lucky Dube was only reaching for the gear. He is talking crap. Sifiso fire twice not once. If he realized later that he was not reaching for the gun, why did he fire the 2nd shot?
@charleskhumalo7979
@charleskhumalo7979 20 күн бұрын
Even if he fired once, why they killed him? He came here from Zimbabwe to commit crime 😢😢 why Lucky Dube...... why not Mugabe?
@nhlaloambrose6628
@nhlaloambrose6628 18 күн бұрын
kanti ngabaseZimbabwe ngempela
@queeniekhosifulafula3198
@queeniekhosifulafula3198 15 күн бұрын
😭😭😭😭💔💔💔🙌🙌awuuu nkosi yam siyabonga nokuva uba kono mntu ozisolayo eiiish 😢😢😢
@user-ip9jo5vn3y
@user-ip9jo5vn3y 13 күн бұрын
Makahlale ejele aze afe, abantwana baka Lucky abasenaye ubaba, and l am sure basalila namanje uma becabanga ngaye. Ubukoli is not the way, we can't pretend as if intliziyo zixolile, this still hurts.
@queeniekhosifulafula3198
@queeniekhosifulafula3198 15 күн бұрын
Yhooo bhuti wam bhuti wam wayemthanda kakhulu Lucky Dube 😭😭😭💔💔💔
@SikhumbuzoSifisoGumede
@SikhumbuzoSifisoGumede 17 күн бұрын
USfiso uyazenzisa wenzela ukuxolelwa. Akukho okuhle engimfisela khona
@nkosilathisibanda3676
@nkosilathisibanda3676 13 күн бұрын
Waze walisho iqiniso,mfethu nge reggae,ngize ngikhumbule sisi Fikile Komotolo 1995/1996,ayibuye i reggae
@ivymotsepa1454
@ivymotsepa1454 16 күн бұрын
Hi mfowethu ngibuhlungu kàkhulu namanje ngo Lucky Dube bengmuthanda kakhulu zonke izingoma zakhe mfowethu umlauezo akekho oyofana naye vele
@user-sn2xg1cw6r
@user-sn2xg1cw6r 20 күн бұрын
Good story teller ❤
@ellardbirons6145
@ellardbirons6145 17 күн бұрын
You such a great storyteller Bhudi’ I love you my Brother.
@dubenqobile9722
@dubenqobile9722 18 күн бұрын
His music will forever be my soul music ....continue RIP Maqhama
@user-ow3oh6uk1e
@user-ow3oh6uk1e 18 күн бұрын
Leyonja eyadonsa itrigger yadubula uLucky Dube sengathi ingafela khona ojele,kwaba buhlungu kakhulu ayikho i album eyayingiphutha yereggae music uma ekhiphile,"Rastas never dies,Reggae music never dies " ✊️💔
@NokwandaZulu-od8jg
@NokwandaZulu-od8jg 17 күн бұрын
May his soul rest in peace ngimkhumbula esethi "Crime does not pay"😢😢
@user-mb5ee1cu1b
@user-mb5ee1cu1b 16 күн бұрын
Your explanation is very clear
@thembelihlelihle-dx9vs
@thembelihlelihle-dx9vs 21 күн бұрын
Ai yabo labo bangilimaza Lucky was my favourite artists i can't get rid of his music even now i still listen to his music
@justicendlovu4723
@justicendlovu4723 20 күн бұрын
That is why, ebsuku imbande I use to bypass it because of that Mfowethu. Baningi abafa ngephutha,esp igwala action walo very fast,ufela nje to look like somebody igwala alibukisisi. Syabonga Bafo. Kuzwakele
@CbosEasyRecipes7
@CbosEasyRecipes7 18 күн бұрын
Ngicabanga ukuthi uma ukufa kufikile kufikile ngoba uzongalifaki ibande kube nengozi khona ebusuku wenze njani? Ziyagingqika imoto ebusuku nase mini abanye bangaphumi ngama windi..
@estherntuli4003
@estherntuli4003 17 күн бұрын
Nansi engangiyithanda eyayithi Why can't you stand up stand up stand up stand up fight for your rights Ngangisemncane ngiyithanda May his soul continue resting in peace
@XolaniMthethwa-ih5ql
@XolaniMthethwa-ih5ql 21 күн бұрын
Mhlaba kawunoni kodwa.May his soul rest in peace mfo kaMbuyazi.
@lawrencevensondube8098
@lawrencevensondube8098 16 күн бұрын
His story does not end up because Lucky Dube was shoot from behind by one of the killers more than two times .. say three times .. he was already inside the vehicle.. it was cruelty or simply a hit .. that was not a high jacking gone wrong .. I still believe it was a hit period..
@andiswacornelianondabula7724
@andiswacornelianondabula7724 18 күн бұрын
So sad Rip Licky Dube❤
@sibiyaMcebo
@sibiyaMcebo 20 күн бұрын
Good story teller broo🤝
@Sindimitani
@Sindimitani 18 күн бұрын
Haska wambulala Lucky Dube Maka Jeze and angaze onwabe emhlabeni nxa😢😢
@user-sr1gu8em9b
@user-sr1gu8em9b 21 күн бұрын
Siyabonga bhuti.
@willsonweduwedu9668
@willsonweduwedu9668 20 күн бұрын
From matatiele, supported 👍 plus like.
@inkunzimaseven2062
@inkunzimaseven2062 20 күн бұрын
USfiso angimxoleli sdalo wabulala iQhawe lethu kuymanje ifile I Reggae eSouth Africa ngenxa yakhe
@user-hs7tz4nl5f
@user-hs7tz4nl5f 16 күн бұрын
"What we wanted was Africa, now we got Africa, then why black against black?" those words
@alicemothusi7455
@alicemothusi7455 16 күн бұрын
Makafele khona nomona wakhe. ⚰️ Amanga ahlaza yonke intoyakhe I wrong from the start kwakona ukubamba inkunzi umbulele what is the use siyabonga bhuti finally wasibeka ekukhanyeni mina first time ngizwa I story sokulimala kwakhe bengingakezwa nokuthi umbulali wa boshwa. Siyabonga Baba.
@Me-xoxoz
@Me-xoxoz 17 күн бұрын
l am surprised and saddened that it was Zimbabweans. If you could find him please interview this Sifiso guy and thina and we will be able to tell you if he is Zimbabwean or not. Abantu abagangayo eSouth Africa from Zimbabwe don't even do it back home. Sorry South Africa lami Lucky Dube's death ran deep in me.
@thulanincube-d4r
@thulanincube-d4r 13 күн бұрын
Unamanga lo bhuti Mozambiqueans not Zimbabweans
@NathiMhlongo-xm5fj
@NathiMhlongo-xm5fj 19 күн бұрын
Sometimes we need to put all the differences to God's hands and leaned to forgive but was not easy I repeat thanks brother for your information we are clear now and we know the truth.
@sirdico1047
@sirdico1047 16 күн бұрын
Mmmh aii bandla kusebuhlungu ngo Lucky Dube
@georgephenya9955
@georgephenya9955 6 күн бұрын
When I learned of Lucky's passing, I was in Moz and it came as devastating news. MHSRIP
@esthernombuyiselo1210
@esthernombuyiselo1210 11 күн бұрын
Your voice is for radio,tv n preaching
@mildredzuma334
@mildredzuma334 16 күн бұрын
First time watching Ngiyabonga ukuzwa leliqiniso ekade ngangili langazelela futhi ulicico lokucacis'indaba
@user-zo5qq3gt4v
@user-zo5qq3gt4v 21 күн бұрын
Kuyayiwa ezulwini wesfiso akho phutha la
@user-mb5ee1cu1b
@user-mb5ee1cu1b 16 күн бұрын
Very good story teller
@queeniekhosifulafula3198
@queeniekhosifulafula3198 15 күн бұрын
Ngasike abize mdeni ka Lucky Dube axolise noba njeeee kuzob buhlungu kwi family kodwa abonakalise xolo 🙏🙏🙏😭😭💔💔💔
@MabelTwala-wx3vc
@MabelTwala-wx3vc 19 күн бұрын
Ngingomunye obethand uLucky nomculo wakhe RIP noma wahamba kabuhlungu
@user-qg7vm4ur3p
@user-qg7vm4ur3p 16 күн бұрын
Siyabonga sir ngolwazi onalo
@majabulathikazi3135
@majabulathikazi3135 21 күн бұрын
Syabonga bhuti❤❤
@kgakishepleasure2963
@kgakishepleasure2963 19 күн бұрын
Yah it makes sense brother, just that it hurts because the legend is no more on earth
@YonelaGcuku
@YonelaGcuku 20 күн бұрын
What a sad story bhuti Mandla😢
@MamtamboNyanga
@MamtamboNyanga 13 күн бұрын
Yhoo bandimotsha kemna total , Remember me oo my God
@ElvisNgubani
@ElvisNgubani 19 күн бұрын
Br wami siyabonga Reggae gud msg hayi mculo thukanayo
@nobesuthukubheka-xe3tg
@nobesuthukubheka-xe3tg 11 күн бұрын
Siyabonga ukuzwa ukuthi kwenzakalani may his soul rest in peace 😊
@MapulaKomako
@MapulaKomako 4 күн бұрын
still crying na today for HIM WHY...WHY
@nqubekojali7875
@nqubekojali7875 21 күн бұрын
Kufundwa ngamaphutha empilweni
@menzimpanza1727
@menzimpanza1727 18 күн бұрын
Yhoo bhuti wayibeka kwacaca and lazokhipha khona ibhande Ila khona kuhlala khona isbhamu ngokujwayekile
@ThokozaniNgubane-kd2tz
@ThokozaniNgubane-kd2tz 6 күн бұрын
Mina sengijabulela kuthi izinja ezabulala Dube ezimbili sezafa ya ngathi engafa naye lomsunu owu Sfiso😢😢
@SbusisoDlamini-xx6rj
@SbusisoDlamini-xx6rj 13 күн бұрын
Uzamile Lucky Nkosi no Mshiza wezintombi bahluleka ngoba ingathandwa abathile okhozini kodwa kulungile kmele bazi ukuth Rastas never die, reggae music never die
@NoziphoNkosi-kn7vz
@NoziphoNkosi-kn7vz 9 күн бұрын
Mmmm ngavele ngaqala phansi ngezwa ubuhlungu ngo malume lala khushwayo yooh naye ngathi engalandela😢😢
@pumeza_ndzobongo
@pumeza_ndzobongo 16 күн бұрын
Basibulalela umntu esimthandayo😢
@SimNene
@SimNene 12 күн бұрын
brother! this fact about our late loved one Lucky, yes we do understand but that will not stop the pain we still have and it's never going to stop, because we still miss Lucky and we will always miss him! but anyway I thank you for letting us know 💔😢🙏✊
@user-rw7dc5es6w
@user-rw7dc5es6w 21 күн бұрын
Noma loSfiso engaxolisa futhi agwebeke iminyaka ngabahluleli basemhlabeni kodwa munye asoyobhekana naye ngomuhlawokuphela thina asinamandla okuziphindiselela ngeqhawe lakithi basayosha kwalasha ngizwa kuvuka izinhlungu ngathi kuseyinto etsha le abayenza
@angelamanzini3497
@angelamanzini3497 4 күн бұрын
South Africa is the only country in Africa and the world that opened doors for Zimbabweans.All other countries shunned them away.....The suffering that they brought in this country is beyond measure 🤞🏾.
@mphilisitenza2149
@mphilisitenza2149 9 күн бұрын
RIP Dube.yazi wangifundisa enye into ukuthi if ukhonjwe ngesibhamu ubanjwa imoto ungajahi kukhipha ibhandi bcs lo okukhombile angazitshela kuthi ukhipha isibhamu akudubule ngoba ezama kuzivikela ayi ngoba enenhloso yokukubulala okuncono akusho yena lo okukhombile kuthi khipha ibhandi sikhulu isifundo esisithole kulenxoxo siyabonga
Usizi kudutshulwa uSkhumbuzo|| Izinkabi chronicles
41:04
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 15 М.
Isboshwa esabona ijele elingaphansi komhlaba
14:07
Secret TV Production
Рет қаралды 86 М.
ЧУТЬ НЕ УТОНУЛ #shorts
00:27
Паша Осадчий
Рет қаралды 10 МЛН
Mom's Unique Approach to Teaching Kids Hygiene #shorts
00:16
Fabiosa Stories
Рет қаралды 34 МЛН
50 YouTubers Fight For $1,000,000
41:27
MrBeast
Рет қаралды 206 МЛН
Usakhala namanje owagwaza izigebengu eJele
15:09
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 31 М.
Caught Her In Bed With Another Man - JOBE
41:10
JUSTIFY
Рет қаралды 42 М.
Iziboshwa zibaqedile abafazi eJele
25:11
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 33 М.
Izinkabi chronicles[Episode 19] - Isihluku kubulawa kabuhlungu isalukazi
24:48
Why South Africans Think Mandela Died in Prison
7:12
Mzansi Explained
Рет қаралды 213 М.
Usizi uSibiya Efela Ukudla Umfazi Womuntu
19:59
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 100 М.
INGANE YAMI IPHENDUKA INYOKA
44:51
THULELENI TV
Рет қаралды 224 М.
Usizi uMabaso ephunyuka ku dilikajele
37:19
TRANSFORMATION LIVE
Рет қаралды 34 М.
ЧУТЬ НЕ УТОНУЛ #shorts
00:27
Паша Осадчий
Рет қаралды 10 МЛН