Ayanda Msweli Foundation | Ilumbo Series | Episode Four

  Рет қаралды 26,495

AyandaMsweliTV

AyandaMsweliTV

Күн бұрын

Пікірлер: 54
@nqobilethwala7241
@nqobilethwala7241 Жыл бұрын
Ey ngiyamuhawukela lobhuti yazi💔😭kodwa linamandla idlozi lakubo nakhu usaphila
@gladysmkhize4085
@gladysmkhize4085 Жыл бұрын
God bless you Msweli you save this ppl ngenkulumo yokho basinda abantu
@samm_zoe8154
@samm_zoe8154 Жыл бұрын
Lobhuti ngimfisela inhlanhla yaz udlale udoti womuntu.
@melikhayahGasah
@melikhayahGasah Жыл бұрын
Yhooo 🤭lendoda ibuthwalile ubunzima smakade ei amantombazane
@malixolemdutyana7733
@malixolemdutyana7733 Жыл бұрын
Eyi abantu babhekene nezinto ezibuhlungu. Ngikufisela ukululama bhuti
@ntokomazungus789
@ntokomazungus789 7 ай бұрын
Baba uDinga counseling lo.mlisa usenkingeni alakuniki ngisho islhathi sokukhuluma.Awu bndl iphi nyangenkulu yase Mozambique
@sibonelomlotshwa-lj7rs
@sibonelomlotshwa-lj7rs 8 ай бұрын
Mmmm lensizwa ngiyifisela ukwelulama indoda Lena yehlelwe ibhadi lokuqondana ne Njaaah, umuntu wesfazane Uma eke wakhuluma ngemimoya baleka uzephule
@HappyMkhize-v6l
@HappyMkhize-v6l 8 ай бұрын
Ngsho ngabe kuthiwa inyanga ilapha kanjani kodwa ungavumi ikukhumulise ikulalise mbhede ngoba isuke isizokugila
@mnqobievidence5213
@mnqobievidence5213 Жыл бұрын
Kwakumele ube umfundisi or ipresident bab uMsweli , syabonga umsebenz wakho uyamangalisa , Nkulunkulu akakugcine uphile usize nabanye
@musamkhize9328
@musamkhize9328 Жыл бұрын
Kunzima nongalo engathi lensizwa ingaluthola usizo oluphuthumayo😢
@njabulondlovu-db9gq
@njabulondlovu-db9gq 11 ай бұрын
Hawu kodwa uvume Lani kulala nendoda ongayazi ukhohlakele Loma a wayeyaphi ezinyangeni
@talentngema5106
@talentngema5106 Жыл бұрын
Khona uhlukumezekile impela lensizwa kodwa kwelesinqumo sakhe ngisbona sizommisela ngempilo sizomyisa eJele hey😢
@kusasalakhehlongwa4199
@kusasalakhehlongwa4199 Жыл бұрын
Kungcono ukuthi ime impilo ngoba isangaqhubeka makuvela ithuba. Lomfo lento empthethe angeke imise impilo izombulala.
@zamagazuontubechannel
@zamagazuontubechannel Жыл бұрын
Mina ngibonga amandla omsakazo asebenza umsebenzi kulendoda ebisithwele ubunzima
@diningwifey1
@diningwifey1 Жыл бұрын
Waze wasiphelela unembeza singabantu besifazane💔
@masthuli2565
@masthuli2565 Жыл бұрын
Sengathi bhuti ungaluthola usizo kulenkinga kodwa ubababuMsweli uwubaba oyinjulabchopho kuzolunga bhuti😢
@mpanzanjabulop9823
@mpanzanjabulop9823 Жыл бұрын
Kunzimamadoda insizwa💔 mayikhulum kanjena ngathi ungasukum ulapheke uqhubek phambili ngempilo ndodayamadod
@KennethMdlalose-ei5on
@KennethMdlalose-ei5on 2 ай бұрын
Zaze zazinhle inkomo iyiphi lendawo
@hlengiwehlabisa9303
@hlengiwehlabisa9303 Жыл бұрын
Ubhuti wenza iphutha kwasekuqaleni ukumxolela nezimfihlo ezimbili ezinzima kanje. Locc wayevele ekhombisa ukungethembeki nokungakubulalisa vele. Vele yikukubulala ukufihla ukugula okusegazini from the beginning But hey, they say love 💕 is blind !!!
@mjmeternal2696
@mjmeternal2696 Жыл бұрын
Angibange ngisezwa kahle. Ngabe usisi wayethatha amaphilisi oku prevent ukuze ubafo angatholi abantwana?
@sthembisondlovu7721
@sthembisondlovu7721 Жыл бұрын
Uthando lu rong
@azandemzileni8220
@azandemzileni8220 Жыл бұрын
Bantu besfazana Ake siyeke inyanga masenza izonto sihambe nabantu esihlekisana nabo ibuhlungu lento uyafa umuntu wabantu bakwethu
@HappyMkhize-v6l
@HappyMkhize-v6l 8 ай бұрын
Unenhliziyo emnene lo bhuti inkosi imkhumbule, syabadinga abantu abanje beslisa, wona kakhulu lo cc
@freedommyeza2601
@freedommyeza2601 Жыл бұрын
Lenyanga bebejola vele nalona imfaka umuthi nje yingoba bayajola kodwa imenza islima lenyanga
@lungisanimanline893
@lungisanimanline893 Жыл бұрын
Kunzima empilweni mawuthi uzihlelela okwakho yona ukuhlelela okwayo ngendlela yayo kwabangaba nosizo ngyafisa ukuthi bamsize ubhuti.
@khanyisomasango9147
@khanyisomasango9147 Жыл бұрын
Usho ukuthi bab'uMsweli angeke ukwazi ukuthi uye kuleNyanga uyocela ukuthi ihlehlise lento ngoba uye owenze lento kusho ukuthi unalo ikhambi angicabangi ukuthi angenze into enjena angabinalo ikhambi. Kodwa uzovele ayiphike yonke lento yhhoo hayi this is a big "inkinga nengxaki".🙆🙆
@zn6471
@zn6471 Жыл бұрын
Akasoze abe nekhambi Khanyiso ngoba umthakathi. Inyanga ayiloyi, ayibhili iyelapha qha. The minute inyanga yomuntu ikunika imithi youkulimaza omunye ubokwazi ukuthi akusonyanga umkhunkuli lowo.
@khanyisomasango9147
@khanyisomasango9147 Жыл бұрын
@@zn6471 bengisashi nami ngithi kodwa akuyona inyanga lena imthakathi uqobo lwakhe. Kodwa nakhona kunjalo usho ukuthi angahlileka ukwenza ikhambi phela izohamba lendoda
@buckview7345
@buckview7345 Жыл бұрын
Ngikwethulela isgqoko ngesinqumo esiphusile osthathile mfowethu ,ngizwelana nawekulobuhlungu obuzwayo ngiyethemba khona ozovela nosizo kulesimo obhekene naso wenzise okwendoda ngyakuhlonipha kakhulu unkulunkul abenawe uphole
@bongekilenhleko7099
@bongekilenhleko7099 Жыл бұрын
Am sorry to say this,.....but most South Africans atsandza umutsi. Ngabe akufikanga lapha kube the wife zange aya kubantfu besintfu from the start. No hard feelings guys but it's the sad truth. Ubona nangalokutsi every corner ubona bantfu bayatfwala sebatangoma. Aaaaaay aaaaay aaaaay
@sethabilenxele8580
@sethabilenxele8580 Жыл бұрын
Sengathi uNongalo angaphila Kade ukuze ngaye kusindiswe abaningi emqondweni nasemphefumulweni.
@sthembisondlovu7721
@sthembisondlovu7721 Жыл бұрын
Akavele azochaza lona wesfazane bafile abantu yilento
@bongiwemthethwa7904
@bongiwemthethwa7904 8 ай бұрын
Has he been helped? Update please
@khanyisilemabanga1651
@khanyisilemabanga1651 Жыл бұрын
Kwaze kwabuhlungu ngomfowethu okumehlele💔💔💔
@talentngema5106
@talentngema5106 Жыл бұрын
Syabonga Nongalo ngo episode 4
@dmthe_ZA
@dmthe_ZA Жыл бұрын
kwagcina kwenzakaleni ngobhuti bakithi.... yini esingasiza ngayo?
@ayandamswelitv
@ayandamswelitv Жыл бұрын
Akasizakali ngwenya yakithi. Noma iluphi usizo singaluthatha 0725188602
@dmthe_ZA
@dmthe_ZA Жыл бұрын
Ngizokuthinta bab’ Nongalo
@ayandabanks2872
@ayandabanks2872 Жыл бұрын
​@@ayandamswelitv Mangibingelele, ngokulandela uhlelo lwakho ngibone uvivinya inyanga yase Nyakath. Ngingeke ngazi ukuthi wena ube usubonani kwezakho, kepha bengibona ukuthi umxhumanise nayo lomfo, kodwa uma ngempela usibona isidingo. Ngoba, cha ngapha koThekwini sekwagcwala amaqola azithwalele ebe nempande engayazi. Uma ngempela kuyinyanga yeqiniso iyomzwela ngenkomo eyodwa ngoba nayo ibona kuntula.
@Sanele-s1v
@Sanele-s1v Жыл бұрын
😢Usaphila?
@sbongisenindwandwe
@sbongisenindwandwe Жыл бұрын
Ngimfisela ukuthi ubhuti engaphola emoyeni nase nyameni ethole inqubekela phambili empilweni yakhe
@thembelihlenuh1960
@thembelihlenuh1960 Жыл бұрын
Kwaze kwabuhlungu 💔😭
@khethilemnisi2100
@khethilemnisi2100 Жыл бұрын
So sad.yoh Ritual 😢
@Saysibiya1814
@Saysibiya1814 Жыл бұрын
ei ziningi izinto ezweni esingazazi nesingazikholwa kodwa ziyenzeka
@angelgumede1584
@angelgumede1584 Жыл бұрын
Sengathi ungalulama bhuti
@ZamokuhleNtshangase-n7y
@ZamokuhleNtshangase-n7y 10 ай бұрын
Izono ezweni😢
@busanisibiya4981
@busanisibiya4981 Жыл бұрын
Ohh nkos yam 😭😭😭
@lindokuhleshandu412
@lindokuhleshandu412 Жыл бұрын
Sound😱
@zanelengwenya8.
@zanelengwenya8. Жыл бұрын
💔💔
@sizwelungani8057
@sizwelungani8057 Жыл бұрын
Kunzima madoda kakhulu
@velilenatashia8959
@velilenatashia8959 Жыл бұрын
Hawu kwaze kwabuhlungu lento yalo baba ngiyafisa athole usizo nkosi
@sleekhumalo6239
@sleekhumalo6239 Жыл бұрын
ei yabuhlungu nkoc yami lento ei thina bafazi yeses
Ayanda Msweli Foundation | Snakes in my stomach
22:00
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 14 М.
Ayanda Msweli Foundation | Bengikwethemba Episode Three
17:03
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 34 М.
Un coup venu de l’espace 😂😂😂
00:19
Nicocapone
Рет қаралды 3,9 МЛН
Minecraft Creeper Family is back! #minecraft #funny #memes
00:26
How do Cats Eat Watermelon? 🍉
00:21
One More
Рет қаралды 12 МЛН
#UhamboNoNkulunkulu no Sbu Hadebe
54:30
Zanele Mbokazi TV
Рет қаралды 9 М.
SIHLUSHWA ISITHWALO SIKAMFOWETHU OWASITHATHA WASHONA
25:27
THULELENI TV
Рет қаралды 142 М.
Ayanda Msweli | Batho Pele Principles Gone Wrong
44:37
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 22 М.
Ayanda Msweli Foundation | Safa Imikhovu Eyizintandane | Ukuthwala
50:44
Ayanda Msweli Foundation | Izwe Ligcwele Amanzi | Episode One
16:41
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 62 М.
DAD REVEALS MY MAGIC TRICKS 😱🤣
0:37
Milaad K
Рет қаралды 119 МЛН
😅😅
0:22
Andrey Grechka
Рет қаралды 2,3 МЛН