Ayanda Msweli Foundation | KwaMaphumulo Inzukazikeyi Part Three

  Рет қаралды 59,355

AyandaMsweliTV

AyandaMsweliTV

10 ай бұрын

Пікірлер: 239
@sphamandlaxhakaza9205
@sphamandlaxhakaza9205 9 ай бұрын
UShembe akubheke lomsebenzi owenzayo uphezu kwamandla akho but ngoNkulunkulu uyasebenza sicela uvikeleke🙏
@nonkululekosindisiwe3063
@nonkululekosindisiwe3063 10 ай бұрын
😭😭UNkulunkulu uthembekile ngezikhathi zonke.Syabonga BabuMsweli ngomsebenzi wakho UNkulunkulu akbusise aze abusise nenzalo yakho🙌.
@zesuliwehlatshwayo
@zesuliwehlatshwayo 3 ай бұрын
Yoooh Mr Msweli suswele imilomo ezinkulungwane ukubonga kwakho kuJehova asigcinele wena🙏
@thobekamkhwanazi6421
@thobekamkhwanazi6421 10 ай бұрын
Siyabonga mr msweli nesouth Africa yonke nkulunkulu asigcinele wena 🙏
@siyavelantanga8944
@siyavelantanga8944 10 ай бұрын
Ayanda Uhamba wedwa!!!! South Africa Ayanda Msweli no Xolani Khumalo sibusisiwe ngabo!!!!!! JEHOVA ASIGCINELE BONA bayawulela umzansi kakhulu
@NaturalNomvula
@NaturalNomvula 10 ай бұрын
Siyabonga kakhulu baba... Ithi ibank account number I don't have much kodwa I will give the little that I have.
@BusisiweGama-lk1pm
@BusisiweGama-lk1pm 7 ай бұрын
Amen kwande
@BusisiweGama-lk1pm
@BusisiweGama-lk1pm 7 ай бұрын
Amen kwande
@BusisiweGama-lk1pm
@BusisiweGama-lk1pm 7 ай бұрын
Amen kwande
@maxwellmncubr5972
@maxwellmncubr5972 10 ай бұрын
Hayi ngiswele amazwi babu msweli uliqhawe mfowethu futhi angazi ngingakubiza ngani haaa waze wayinsizwa nginethemba wonke umuntu uyezwa uliqhawe mfowethu ngiyakubonga ize nje lami ngibuya e Zimbabwe ngiyalubuka uhlelo lwakho keep the Good work babumsweli I wish lathi ko Bulawayo silalo iqhawe elifana lawe ❤❤❤❤
@khanyampontshane1807
@khanyampontshane1807 10 ай бұрын
😭😭😭😭 kwaze kwanzima Jesus mama ujehova aniphe amandla nkosi yam okubhekana nesimo niqine ujehova unani🙏🙏🙏 baba umsweli inkosi ikubusise baba kuncane ukubonga kwethu 😢😢😢
@ngcukmaneelihle6572
@ngcukmaneelihle6572 10 ай бұрын
Ngwenya syabonga ngomsebenzi omuhle uNkulunkulu akukwandisele imihla yokphila emhlabeni
@angelnyembe1352
@angelnyembe1352 2 ай бұрын
Thank you bab Msweli thank you South Africa
@MlungisiMyeza-ik1oe
@MlungisiMyeza-ik1oe 10 ай бұрын
Uyobongwa eMazulwini ...Baba🙏🏽👏🏾🙏🏽🙏🏽👏🏾👏🏾
@pamelamdabe8877
@pamelamdabe8877 10 ай бұрын
Eyi Jesu syabonga Baba uMsweli uJehova asigcinele wena wenze umsebenzi omkhulu🙏🙏❤❤Sibonge no Baba uMfundisi 🙏🙏❤❤
@zama1694
@zama1694 10 ай бұрын
Siyabonga Bab Msweli. I've promised myself that every month I will make a Payment into your foundation account ngoba umsebenzi wakho siwubona live
@hlengiwemaphalala1613
@hlengiwemaphalala1613 7 ай бұрын
Eyy kodwa babuMsweli uyasisebenzela isizwe, syabonga kakhulu.
@JabuDladla-xz1ty
@JabuDladla-xz1ty 4 ай бұрын
Syabonga mkhaya, umsebenzi wakho mkhulu futhi unobuNkulunkulu
@lindokuhlebhengu4042
@lindokuhlebhengu4042 10 ай бұрын
Noma kunzima Nongalo kodwa syabonga nge update 🤝
@sindisimelane6119
@sindisimelane6119 10 ай бұрын
Siyabonga babuMsweli ngokholo lwakho ngempela uNkulunkulu muhle kwabamethembayo🙏🙏🙏sibonga ukuthi uvume ukusetshenziswa uNkulunkulu 🙏🙏
@buhlemhlongo7481
@buhlemhlongo7481 10 ай бұрын
Siyabonga Msweli ayi waze wabuzwa ubuhlungu anti wami ntombi kaNdimande hlala kuThuxo nathi sikanye nawe siyakhala
@NomthandazoNxasane-mt2cs
@NomthandazoNxasane-mt2cs 3 ай бұрын
Thixo wamazulu sybonga kthi utholakele nje Nkulunkulu muhle njlo. Ayanda Msweli Nkulunkulu akubusile lokhu okwenzayo khle sycela Thixo akubusise bhuti nabobonke obambisene nabo ngeykhathi wenzamsebenzi ngishonendodakazi ykho synibonga nonke Ayanda
@desertrose2907
@desertrose2907 10 ай бұрын
Siyawubonga umsebenzi wakho babuMsweli. UMdali akubusise nalabo osebenza nabo🙏🏾
@ayandamswelitv
@ayandamswelitv 10 ай бұрын
Thank you so much 🙌🏽🙌🏽🙌🏽
@user-vj5tg3jd9r
@user-vj5tg3jd9r 9 ай бұрын
Nanamhlanje Babu Msweli ngiswele amazwi okubonga❤😢. Ukube bekungekhona uthando lwakho mhlampe ngabe nanamhlanje sisambheka. Unkulunkulu akwandisele akubusise abusise nesizukulwane sakho❤
@NelyKhumalo
@NelyKhumalo 3 ай бұрын
Syabonga baba msweli ngokutholakala umfana 🙏🙏🙏may her soul rest in peace nomndeni ududuzeke kakhl shym Sicela ukwazi ngo luthuli nenyanga baphelelaphi bona??
@MbaliMadlopha-kp6nb
@MbaliMadlopha-kp6nb 10 ай бұрын
Kwaze kwabuhlungu ngalomdeni cela ningakhohlwa nawumkulanda emanzini,ngathi nesigodi singathola amandla.lolundaba lwenze ngajula abantu bayalahleka bengatholakali ngenxa yokungabi namkhodo ubani nje obengacabanga ukt umfana ukwelinye izwe😭😭😭🙏🏻🙏🏻🙏🏻
@sindymbau5255
@sindymbau5255 10 ай бұрын
Futhi wenza kahle umfana wafonela ugogo bebengeke bazi nokuthi wayaphi ibuhlungu lendaba
@user-iz2er8no1z
@user-iz2er8no1z 5 ай бұрын
Nkulunkulu asenzele umusa ngawe baba syabonga kakhulu nomndeni sunethemba elikhulu ngawe
@bongiwemadlala72
@bongiwemadlala72 10 ай бұрын
Siyabonga wonke umsebenzi osewenziwe,kwanga uNkulunkulu angaphila kithina sonke sikwazi ukuthwalisana kulezizimo ezisehlelayo ,ngeminikelo nangemikhuleko uJehova uzosizwa Amen
@hlengiweseme554
@hlengiweseme554 10 ай бұрын
Siyabonga baba kwaze kwabuhlungu kodwa
@Mahlatshwayiva
@Mahlatshwayiva 10 ай бұрын
Hhay cha kunzima bakwethu. Nokho syabonga baba Msweli lukhulu luyasabeka enikwenzile, uyobongwa ophezulu.
@nonkululekogcabashe9488
@nonkululekogcabashe9488 10 ай бұрын
Baba siyabonga noma singalong kona ukufa kodwa ukuthi lomndeni ulithole ithambo likaThola. Kubuhlungu kakhulu 💔 UNkulunkulu akubusise Baba Msweli kanye nesigodi sonke ngoba konke lokhu sikwenza sibambisene
@khethiwendlovu7514
@khethiwendlovu7514 9 ай бұрын
Siyabonga kubonabonke abalekelelile kuloludaba oluyinzukazikeyi Swaziland 🎉🙏 Nongalo izandla zidlula ikhanda ukubonga wenza umsebenzi ngokuzinikela nangeqiniso🙏🙏
@ZandileValentine-si6yj
@ZandileValentine-si6yj 10 ай бұрын
Baba Msweli usiyithemba lethu siyiSouth Africa uJehova akungcine njalo baba🙌
@user-ld9ti6rp9l
@user-ld9ti6rp9l 10 ай бұрын
Awu baba uMsweli uSimakade akubusise ngosizo lwakho nangesineke onaso ngabantu baseSouth Africa Syabonga siwuDukuza noMaphumulo ukhule
@SmangeleSbiya-po2tv
@SmangeleSbiya-po2tv 17 күн бұрын
Kodwa nkosiyam kanti bon bamshiya phakath emanzin futh😢😢😢😢
@dicksonmkongwa8952
@dicksonmkongwa8952 10 ай бұрын
Qhawe ngiswele amazwi, ayikho ivideo yakho engiphuthayo. Noma kungeke kube ngakanani kodwa esivivaneni ngizovela Nongalo, syabonga Qhawe lakithi😢🙏
@tlokwejulia2231
@tlokwejulia2231 10 ай бұрын
Mabasuke.laba abaphethe ezomthetho kibekwe wena bab' Msweli, uwena oyosivikela zonked inkinga zalomhlaba, maelana nezomyhetho, isandla phezu kwesinye,siyabonga baba,🙌 kakhulu, Danko, limpopo province😢
@mxodondashangisa-fo8so
@mxodondashangisa-fo8so 10 ай бұрын
Uyasebenza kodwa baba u Msweli
@FikileMilando
@FikileMilando 10 ай бұрын
Siyabonga bab'uMsweli ukusazisa
@NokwandaMasango491
@NokwandaMasango491 5 ай бұрын
I salute you Baba uMsweli🙌
@user-ge3xv1fw1c
@user-ge3xv1fw1c 7 ай бұрын
Baba Msweli siyabonga kakhulu Aaaaah jehovah akuzungeze ngemuva nangaphambili abeke isandla sakhe phezu kwakho 🙌🙌🙌🙌🙌🙌
@LeonardBanda-lb5sr
@LeonardBanda-lb5sr 10 ай бұрын
Syabonga Baba. Ibuhlungu lento ebehlele kodwa syambonga unkulunkulu ngokuth umzimba ugcine utholakale.
@innocentiahadebe4138
@innocentiahadebe4138 10 ай бұрын
Nongalo siyabonga ngicela amaphoyiswa awafune Inyanga network ngefoni khona ezoboshwa bese noLuthuli aboshwe ❤❤❤uNkulunkulu akubusise kakhulu ❤❤❤
@matsipulengkheswa8221
@matsipulengkheswa8221 10 ай бұрын
Siyabonga Bab Msweli umsebenzi owenzela Isigodi 🙏🙏🙏
@user-oo6kj2vi6m
@user-oo6kj2vi6m 10 ай бұрын
We are so thankful from ubuntu
@shortieyende3748
@shortieyende3748 10 ай бұрын
Babu Msweli siyabonga uma umfana etholakele sibonga wena ingathi u Thixo nabangasekho baku khusele ku hlungu kakhulu indaba yomfana 💔💔💔💔
@siyabongabiyela3497
@siyabongabiyela3497 10 ай бұрын
Siyabonga ukusimela Nongalo, umsebenzi wakho uyakhuthaza ukwenza kahle komunye nomunye ezweni
@user-xn9eh5yw1i
@user-xn9eh5yw1i 9 ай бұрын
God bless you baba Nongalo. UNKULUNKULU akwemboze ngamandla akhe. Akuvikele. Abe phambi kwakho. Emuva kwakho. Eceleni kwakho. Naphezu kwakho izikhathi zonke. Ume nje!🙇‍♀️👏
@user-uy1rz8et5n
@user-uy1rz8et5n 10 ай бұрын
😢😢😢😢labuhlungu udaba Nkosi yami lezinyanga ezikhohlakele azifuneki lana emhlabeni 😢😢😢😢😢😢
@nkanyisolungu4240
@nkanyisolungu4240 10 ай бұрын
baba bsweli uyikhokonke God may keep and protect you isizwe sibheke wena isizwe sithembel kuwe uyikhokonke e South Africa. loluhambo uluqale earl 2021 but umsebenzi osuwenzile it like u hv 10 years kuloluhambo lwesgodi
@Mahlatshwayiva
@Mahlatshwayiva 10 ай бұрын
Thank you Mr Msweli for updates.
@BazothileShabane
@BazothileShabane 5 ай бұрын
Cyabonga Baba God bless you
@beautynzimande4939
@beautynzimande4939 10 ай бұрын
God bless you Msweli ❤❤❤uNkulunkulu akuvikele kuzozonke izimpi,ohlangabezana nazo
@user-nj6hd5ou2j
@user-nj6hd5ou2j 5 ай бұрын
Siyabonga kakhulu babu Msweli unkulunkulu akugcine siyi South Africa siyazinqaja ngawe
@gugupearl2456
@gugupearl2456 10 ай бұрын
Syabonga Baba Msweli ne South Africa yonke❤❤❤❤
@thokomhlongo3751
@thokomhlongo3751 10 ай бұрын
Siyabonga umsebenzi omkhulu kangaka u Jehova akubusise Nongalo. UJehova ingathi angasiqinisela umndeni avaduduze angibazi ubunzima obunje nkosi yami
@mbalenhlenkabinde5578
@mbalenhlenkabinde5578 9 ай бұрын
Ey Jehova bab' uMsweli...Jehova akubusise ngemisebenzi imikhulu kangaka oyenzayo 😢😢..ukuthoba nenhlonipho onayo ifikiselana nonyembezi😭🙌
@user-bx8de3sc8r
@user-bx8de3sc8r 8 ай бұрын
Muhle njalo ubaba Nkl .sybonga baba Msweli.mpilonde
@user-gf7pd4zh9m
@user-gf7pd4zh9m 10 ай бұрын
Syabong kakhulu baba izandla zedlula ikhanda ukwenze nakwabanye
@njabulondlovu-db9gq
@njabulondlovu-db9gq 10 ай бұрын
Hawu baba msweli unkulunkulu Abe nawe nogogo kwabantu jesu syabonga ukuthi simtholile mnfana sibonga nogogo strong kakhulu ngoba ufike wathandaza kazi Mina bengithi I hawu wonakala u phakathi wakithi kwa Maphumulo
@mlungisimlambo3731
@mlungisimlambo3731 10 ай бұрын
Babu msweli uyobusiswa ngisho eMazulwini❤
@bongiwencayiyana220
@bongiwencayiyana220 10 ай бұрын
Ewu nkosi yam hayi kunzima fanele baboshwe bonke labantu.Eyi Msweli angazi mfowethu anginawo namazwi engingawasho ukukubonga akho noyedwa uhulumeni ongenza lomsebenzi owenzayo watching from 🇬🇧.
@sibongisenihadebe787
@sibongisenihadebe787 10 ай бұрын
Siyabongaaaaaaaaaaaaaaaaaa msweli haleluya ameniiiiiii haleluya maneiiiii × 10
@BusisiweGama-lk1pm
@BusisiweGama-lk1pm 7 ай бұрын
Ow nkosi ngenelela baba, siyabonga babumsweli inkosi ikubusise amen 🙏
@bongiwemabongi9046
@bongiwemabongi9046 10 ай бұрын
Syabonga Bab Msweli ukuzinikela kwakho
@ntombenhlekhanyile2940
@ntombenhlekhanyile2940 9 ай бұрын
Inkosi ikubusise Babu msweli 🙏🙏🙏
@phumzilezikhali7734
@phumzilezikhali7734 9 ай бұрын
Isineke onaso🙏may the good Lord bless you!!
@patrudzani7467
@patrudzani7467 9 ай бұрын
Ulale ngoxolo boy unkulunkulu ngathi angawusiza mndeni wakho abaqinise kulesikhathi esinzima
@mabenavukeka6983
@mabenavukeka6983 9 ай бұрын
Asibonge mnuzane Msweli ngokuzinikela kwakho ngeskhathi sakho ukuxazulula izinkinga zabantu eMzansi wande musa wakho Nkulunkulu akungcine 🙏
@user-rb2wi7we1m
@user-rb2wi7we1m 5 ай бұрын
UNkulunkulu akubusise baba uMsweli🙏
@monicazwane2174
@monicazwane2174 10 ай бұрын
Siyabonga asiphezi Msweli isipho uJehova akuphe sona sokunakekela isizwe inkosi ikubusise ikwandisele ukuphila wenze intando yakhe ingapheli amandla akuvikele kukho konke uhlale ethembeni lakhe 🙏🙏
@ncamimqadi1442
@ncamimqadi1442 9 ай бұрын
Mukhulu umsebenz wenu baba Msweli.. God bless you a
@patriciapat3077
@patriciapat3077 8 ай бұрын
God bless you baba nkulunkulu akubusise
@nomfundomathenjwa8929
@nomfundomathenjwa8929 10 ай бұрын
Kwaze kwanzima😢😢😢😢siyabonga babsweli........may tbe creator bless u
@CLIEZUNGU-hq7px
@CLIEZUNGU-hq7px 10 ай бұрын
😢Nongalo 💘💔nkulunkulu akubusise..sibongise nomndeni ngethambo laThula🫂🙏mkhulu ujehovah esimkhonzayi
@user-mk3lm1fm5r
@user-mk3lm1fm5r 3 ай бұрын
Babu Msweli ubhaleleka njani ngiyakudinga
@user-xu4lf6rm3u
@user-xu4lf6rm3u 9 ай бұрын
Tata wakes Msweli oku okwenzayo ngelizwe lakho kukhulu Tata unkulunkulu uzakugcina njalo Tata Amen
@MpumeleloMerciful-yz7et
@MpumeleloMerciful-yz7et 9 ай бұрын
God bless u baba kwaze kwa ba buhlungu lokhu okuvelelwe kulomndeni sikhala Kanye nani
@user-tn4hr3he7c
@user-tn4hr3he7c 10 ай бұрын
Siyabonga baba u Msweli uthixo akunike amandla umsebenzi owenzayo unzima kakhuulu futhi ulusizo kubantu
@user-rk8pe1lj8j
@user-rk8pe1lj8j 10 ай бұрын
Siyabonga inkosi ize isigcinele wena Baba uMsweli😭😭😭😭😭😭😭😭😭
@sindymbau5255
@sindymbau5255 10 ай бұрын
Big kudos mr Msweli may God bless you
@Phindile21
@Phindile21 9 ай бұрын
Imisebenzi yakho iyamangalisa Baba Msweli! 🙌😪 Syawbongela umndeni kulelixhathi esinifike kulina, sekuyakhanya, abuyile amathemba. 🙏🕯
@nompumelelodhlomo1917
@nompumelelodhlomo1917 6 ай бұрын
uNkulunkulu asigcinele wena BabuMsweli bakithi.saze sabusiswa siyiSouth Africa ngawe🙏🙏🙌
@tabisilesibeko8949
@tabisilesibeko8949 9 ай бұрын
Unkulunkulu akubusise baba akwandisele nezinsunku zakho uyisibusiso eskhulu 🙏🙏🙏🙏
@malisalisa5783
@malisalisa5783 10 ай бұрын
Kodw abanye abantu basazobuzwa ngemisebenz yabo ngezinsuku zokugcina. Umunt nomunt uyobe eseyedwa.....Syabonga baba umsweli
@zanelenele1348
@zanelenele1348 10 ай бұрын
Siyabonga unkulunkulu akwandisele mkhulu umsebenzi owenzela isizwe
@Dr_V5_ZiK5_li5.
@Dr_V5_ZiK5_li5. 7 ай бұрын
Ngwenya 🎉🎉🎉
@user-qb9tc7sq7n
@user-qb9tc7sq7n 9 ай бұрын
😭😭😭😭😭awa babe Msweli Simakandze asilondze wena 😭😭🙏kubuhlungu Jesu wetfu lesimkhontako abenawe awu lomdeni Nkulunkulu ukhona 😭😭
@ad1473
@ad1473 10 ай бұрын
Oww safa ziinyanga nkosi thethelela yini somdandla.Pofu ke sifa siphila ngalamaqola ezinyanga,hei kwaze kwabuhlungu .Nkulunkulu anibusise babuMsweli nefamily yomfana. Sicela urhulumente angenelele kodwa kwezinyanga yini abantwana bethu.
@PercyNdlebe-zd3dg
@PercyNdlebe-zd3dg 4 ай бұрын
Masibonge babuMsweli uJehova abe name ngomusa wakho akwandisele
@xoliendlovu8363
@xoliendlovu8363 10 ай бұрын
Mmmmm…..BabuMsweli UNKULUNKULU akubusisenjalo😢🙏🏽
@NelyKhumalo
@NelyKhumalo 3 ай бұрын
😢😢😢😢mmm luthuli ngithi luthuli waze wabafaka abantu ezindlekweni imali engaka ngenxa yenu 😢😢😢ay
@user-ks2fy3fo4d
@user-ks2fy3fo4d 10 ай бұрын
Lwaze lwabuhlungu udaba baba msweli Man of God abe nawe nomndeni ududuzeke ubonge kuNkulunkulu waveza icebo lokutholakala kwethambo ngyabonga
@smangelembuyisa7676
@smangelembuyisa7676 10 ай бұрын
Mmm ibuhlungu lendaba Siyabonga Nongalo
@SuperstarW5220
@SuperstarW5220 10 ай бұрын
Ey ibuhlungu lendaba yalengane😢
@prettydube5440
@prettydube5440 10 ай бұрын
Syabonga babumsweli 🙏🙏
@thenjiwengidi1297
@thenjiwengidi1297 10 ай бұрын
Siyabonga baba inkosi inkubusise kakhulu
@cyprialzungu
@cyprialzungu 9 ай бұрын
Uphile njalo baba umsweli u thixo abenawo
@bonganiemmanuel303
@bonganiemmanuel303 9 ай бұрын
Baba nongalo bengisacela imininingwane ye account sizophosa esivivaneni❤❤❤❤
@sinerocks1
@sinerocks1 9 ай бұрын
If wonke umsebenzi kakhulukazi abakahulumeni, nohulumeni uqobo lakhe bafunde kuBab Ayanda ukuthi kuyini ukuzinikela emsebemzini iSA ingabuyela esimweni esake sabayisona. Akubusise uBaba wethu osezulwini. Ungapheli amandla.
@nompumelelo3633
@nompumelelo3633 9 ай бұрын
Syabonga baba kukho konke okwenzayo ungapheli amandla
@user-wv2ti7ye1j
@user-wv2ti7ye1j 9 ай бұрын
Yobongwa emhlabeni nasezulwini nongalo Kanye nesigodi sase South Africa ❤
@busisiweradebe499
@busisiweradebe499 10 ай бұрын
Sibonge Baba Msweli ❤
@user-cf3lz2fp8d
@user-cf3lz2fp8d 10 ай бұрын
God bless u baba Msweli
Ayanda Msweli Foundation | KwaMaphumulo Inzukazikeyi
8:28
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 39 М.
Ayanda Msweli Foundation | Amanz’Agcwel’Indlu
38:52
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 43 М.
I'm Excited To see If Kelly Can Meet This Challenge!
00:16
Mini Katana
Рет қаралды 31 МЛН
Задержи дыхание дольше всех!
00:42
Аришнев
Рет қаралды 3,8 МЛН
Ayanda Msweli Foundation | Ifu Elimnyama Phezukwethu
29:51
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 148 М.
Ayanda Msweli Foundation | Libhubha Nommeli
32:57
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 54 М.
Ayanda Msweli Foundation | Safa Imikhovu Eyizintandane | Ukuthwala
50:44
Ayanda Msweli Foundation | KZN Isizinda Sezinkabi | Inkabi Episode Two
1:25:17
Ayanda Msweli Foundation | Mnambithi
15:30
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 10 М.
Ayanda Msweli Foundation | Akwaziwa Mbantshi Kujiya
42:24
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 61 М.
Ayanda Msweli Foundation | Izisulu Zika N2 Matigulu/eDokodweni
25:29
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 16 М.
Ayanda Msweli | Izinyembezi Zendonda | Community Development
29:30
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 183 М.
Ayanda Msweli Foundation | Safa Imikhovu Eyizintandane Update
28:24
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 208 М.
I'm Excited To see If Kelly Can Meet This Challenge!
00:16
Mini Katana
Рет қаралды 31 МЛН