Ayanda Msweli Foundation | Nongoma Futhi

  Рет қаралды 220,618

AyandaMsweliTV

AyandaMsweliTV

Күн бұрын

Пікірлер: 684
@nonkululekosibeko3646
@nonkululekosibeko3646 Жыл бұрын
😭😭😭😭😭 Sesingakhohlisana nje sithi don't take the law into your own hands kodwa iqiniso lithi bakhona ubantu abandinga ukuyekelelwa ezandleni zomphakathi 🤞
@khethahmzolo6026
@khethahmzolo6026 Жыл бұрын
Exactly 🤞
@24sevenrecords51
@24sevenrecords51 Жыл бұрын
Ngivumelana nawe kakhulu kulokho
@sifisofelixgambu8224
@sifisofelixgambu8224 Жыл бұрын
Yabona leyondoda kuyomele ibulawe straight ngoba amaphoyisa azombopha amkhiphe ufuna ukubulwa straight
@kwandakwanda7818
@kwandakwanda7818 6 ай бұрын
yabona lo udinga I thayi ne petrol ashe u mphakathi u buka 🤞
@buciemaphosa3954
@buciemaphosa3954 6 ай бұрын
Empeleni akadingi kuboshwa loSathandane udinga kujuqulwa umphambili nenyawo 😭😭😭kuyezwela Smakade,phephisa mah,Bab Msweli Nkosi ing’gcinele wena❤
@luyandambatha7940
@luyandambatha7940 Жыл бұрын
Yaze yabuhlungu indaba ka Gogo bakithi impela siphila ensukwini zokugcina. Ubulwane obungaka😭😭😭 aw kodwa ntomb'endala uke wabona hawu!!! I'm sending love and light kuwena mama,inkosi ithinte inhliziyo zabanosizo ugcine usizakele,ngizokubeka emkhulekweni wami. Siyabonga kakhulu Baba uMsweli inkosi ikubusise uqhubeke nomsebenzi wakho omuhle ungapheli amandla.
@lindiwe6871
@lindiwe6871 Жыл бұрын
😢😢😢😢😢
@lindiwe6871
@lindiwe6871 Жыл бұрын
Nkosi yam bowo
@bavelilemkhize5150
@bavelilemkhize5150 Жыл бұрын
😢😢😢😢😢 uze umkhumbule ugogo nyazi lwezulu
@ThembisileNgwenya-i6h
@ThembisileNgwenya-i6h Жыл бұрын
Siyabonga lesi khohlakali uShembe wenze iplan lokuthi sibanjwe askies gogo bkt
@simangelemthethewa559
@simangelemthethewa559 Жыл бұрын
Yacolile yakunzima
@mahlejogee9710
@mahlejogee9710 Жыл бұрын
Sishimane ndini! 😢 Karma doesn't sleep ejele bazomubonisa
@MrNtukza
@MrNtukza Жыл бұрын
Ibuhlungu lento eyenziwe ilenja , uJehova avikele abazali bethu emakhaya 🙏🏿
@mzansipunters4295
@mzansipunters4295 Жыл бұрын
eish mfethu.
@margaretnyakane7850
@margaretnyakane7850 Жыл бұрын
Yinja lomfana makafe
@mbomeningcobo
@mbomeningcobo Жыл бұрын
Obaba 🙌🙌🙌🙌mdaliwethu simemezawena izwe esikulo liyavunguzelala umasishiwa nguwe sophelelaphi SAYABONGA Baba umsweli ngokupheya ibhesho ngoba ngabe labantu abasizakali ukube awukho unkulunkulu akubusise ngakho konke okudingakayo
@TsohDlomo-wl3ls
@TsohDlomo-wl3ls Жыл бұрын
Nkosiyami bandla isimo esiphila kusona izwelifile unembeza awusekho kithi 🙏🙏🙏🙏🙏
@tkladyttkladyt2951
@tkladyttkladyt2951 6 ай бұрын
Yoh ay nkabi u strong mina ngeke ngizimele lama stories owa interviewayo zingavele zizehlele,u God akuphe amandla nesbindi sokuma njalo😢
@ZandileZwane-e8r
@ZandileZwane-e8r Ай бұрын
Babu Msweli uNkulunkulu akuphe amandle khehla ube strong ngaso sonke iskhathi 🙏🙏
@lindiweshibe4507
@lindiweshibe4507 Жыл бұрын
Awuuuu Siyabonga Jehova ngoba ubanjiwe bazomkhombisa ejele sebeyazi ngaye kuthiwa ayikho into abangayazi 💔💔💔💔💔Msweli baba
@sthembisolondani3521
@sthembisolondani3521 Жыл бұрын
baba msweli muhle umsebenzi owenzayo ..nkulunkulu akubusise♥️🙏 saze sabuhlungu story sikaGogo 😢nkulunkulu ampholise kulobunzima adlul kubo😢😢
@phumzilepatiencenene3025
@phumzilepatiencenene3025 Жыл бұрын
Sesibonga ukuthi akamubulalanga nkosyam ugogo jesu 💔💔💔
@Zintlle
@Zintlle Жыл бұрын
Animals are better than us stru! Kuhlasimula umzimba 😭💔💔💔
@florahnkosi6587
@florahnkosi6587 Жыл бұрын
IMINI YeSabatha aybenhle kwabaNgcwele..Waze wababuhlungu umoyawami kdw kwenzenjani emhlabeni💔💔💔💔
@zahfakazi
@zahfakazi Жыл бұрын
💔😭😭😭😭
@DuduzileGule
@DuduzileGule 2 ай бұрын
Mhhh Jehova buya uthathe umhlaba wakho kubi kakhulu😭😭😭
@NtokozoGumede-h2s
@NtokozoGumede-h2s Ай бұрын
Kanti bamhlaliselani yedwa ngoba ugogo ekhabazekile nje.angikaze ngibuzwe ubuhlungu obukanje.SouthAfrica ngiyayihlonipha ngobugebengu futhi ikwaZulu iphambili .
@florahnkosi6587
@florahnkosi6587 Жыл бұрын
Babu Msweli umsebenzi owenzayo mkhulu uyababazeka kwande ungadinwa nkosyam uhambela izindawo eziningi .ungalunga ukuba uMongameli yilapho engingaVota khona makungabanjalo Qhubeka baba siyabonga🙌
@zamantungwakhumalo-zulu2001
@zamantungwakhumalo-zulu2001 2 ай бұрын
Awu awu awu 😭😭💔💔😭 yooo ngaze ngabuhlungu jehova kwaze kwazima Nongoma awu bhanganoma kwaze kwabuhlungu 😭😭
@mpendulomthembu2821
@mpendulomthembu2821 Жыл бұрын
Ayanda Msweli himself needs counseling
@sabelomhlongo
@sabelomhlongo Жыл бұрын
Phakamani sizwe sakithi silelekele ugogo kwabana mandla amen
@Luh_wezinto
@Luh_wezinto Жыл бұрын
Unkulunkulu abenawe gogo 😭🙏
@lebodlaminikoloi
@lebodlaminikoloi Жыл бұрын
Kwaze kwaba buhlungu kodwa ugogo usa smiler imithetho yelilizwe kumele ishintje ngoba bayaphela umama bakithi
@bhekimfundomatandela8163
@bhekimfundomatandela8163 Жыл бұрын
Awu! madoda sabelani..... Kuyoze kube nini kukhalwa ngathi. This is sickening. As a brother, a father, husband and a man..I don't have words to describe how l feel right now. As amadoda ... It's time to name and shame these animals. It's time to do what we can with what we have. Next time it could be your granny, mother, wife, sister or daughter. We have a duty to protect them. Strength too intombi endala.😭😭
@divamontanzie6373
@divamontanzie6373 Жыл бұрын
Kodwa Smakade umntomdala kanje, kanti yin kwaNongoma ngempela💔💔💔
@mzansipunters4295
@mzansipunters4295 Жыл бұрын
Part of me just died listening to this gogo's story. Kwaze kwanzima!! kanti abantu banjani emhlabeni, hulumeni uthule uthini izwe libhubha kanje. Kodwa uyosijezela lesono umenzi waso.
@mlungisimlambo3731
@mlungisimlambo3731 Жыл бұрын
Kwaze kwabuhlungu nkosyam
@SilindeleNxumalo
@SilindeleNxumalo Жыл бұрын
Kodwa lengane nobubi sengathi kungafela ejele
@ThulisileNgubane-k2u
@ThulisileNgubane-k2u 4 ай бұрын
Kwaze kwabuhlungu Mama phephisa...abomthetho abangenele I iboswe inja isishimane😢😢painful 💔 😢
@hlengiweshandu511
@hlengiweshandu511 Жыл бұрын
Mmmmmm kwaze kwabuhlungu😭😭😭😭 Bab’ Msweli ngicela ukwazi singaphonsa ku phi uma sifisa ukuphosa esivivaneni? Ukuze intombi endala isizakale. Phephisa mawami🙏🙏🙏 sizokubeka emthandazweni😭😭🙏 Siyabonga Bab’Msweli uThixo akubusise ngomsebenzi omuhle owenzayo.🙏🙏🙏
@ayandamswelitv
@ayandamswelitv Жыл бұрын
Ungaphosa kwi Foundation AYANDA MSWELI FOUNDATION FNB (BUSINESS ACCOUNT) Acc No: 62878488339 Siyabonga kakhulu 🙏🏾🙏🏾
@lindiwendlela6594
@lindiwendlela6594 Жыл бұрын
Siyabonga baba u Msweli , Ake nje lomfana bamnike umphakathi uthi ukumphakamisa kancane before aye ekhindini azobazi abantabadala ukuthi abanukubezwa bayavikelwa lomfana akabazi abantu dinga umphakathi kuqala lona.
@thembikhambule5345
@thembikhambule5345 Жыл бұрын
Kwase kwabuhlungu ngicela ugogo aphole ..lento ungeke wayifisela nesitha sakho..ngathi angafela ejele lodoti bamyekile abangamshaya ufanele ukudla.....phephisa ntombi endala💔💔💔
@thembikhambule5345
@thembikhambule5345 Жыл бұрын
Ufanele ukufa
@zn6471
@zn6471 Жыл бұрын
Mphakathi ake sisukumeni sime! Angeke sikwazi ukuphilisana nezilwane ezinjena. 💔💔💔 Ugogo engathi angathola icouncelling endlondlobele, this is so tragic.
@semahlethabiso6272
@semahlethabiso6272 Жыл бұрын
I know my God akalahlani akashiyani and uyazi lona lowenze lokhu ngiyakubusisa bhuty uphila ngiyakupha lamalanga lopiphi wakho uzobola bhuty and ungasizakali we will pray for you ukuthi kubole awukwazi ukuthi ugogo pho ukhubazekile
@NomusaNtuli-hq2od
@NomusaNtuli-hq2od Жыл бұрын
Yaz yabuhlungu indaba kaGogo nkosiyam Kant konakelephi ezwen Abantu baphenduke izilwane 😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭
@sabelodbuzuyise2125
@sabelodbuzuyise2125 Жыл бұрын
Kodwa bakwethu aphi amaphoyisa baphela omama bethu kodwa bawakhiphe saswela nendawo yokuhamba agcwele umgwaqo kodwa buka izalukazi zenziwani kodwa lohumuleni wethu 😭😭😭 phephisa mama
@thembisiyaya3206
@thembisiyaya3206 Жыл бұрын
Hawww kodwa Jesu😮😮, soshonaphi?? Ey Nongalo ungapheli amandla, uJehova akubusise
@KhethiweAngela
@KhethiweAngela 5 ай бұрын
Kodwa bazombopha umsolwa aphinde aphume ncono umphakathi awudile ngomfana. Sibonga unkulunkulu ngo Gogo ayimbulalanga.inswela in boya😢
@cynthiavidima141
@cynthiavidima141 Жыл бұрын
Kwaze kwanzima eSouth Africa 😢
@thandekantombela918
@thandekantombela918 Жыл бұрын
Kodwa nkosi UJESU sisize ngabazali bethu😭😭😭1995 pho yini nje ubulwane obunjena,sacela no department of health ungenelele nkosi cancelling be wheelchair nje uyayidinga umama,kodwa ukube udilika jele uyabuyiswa babulawe labantu ngoba ngeke aphinde aphile lomfana usezoba njena impilo yakhe yonke,and uyatshengisa impilo yakhe injena nje isuka emuva lekhuliswekhona ngathola ukuthi wayehlukunyezwa 1995owenza isihluku esinjena uzophila kanjani nengane zethu ufike wahamba nje nkosi ngenelela ngomusa wakho😭😭😭😭😭
@sphelelespheh3706
@sphelelespheh3706 Жыл бұрын
Ukube ngafika nje ngadubula lomuntu owedlala ngogogo kabe kwaboshwa Mina, South Africa ke leyoh
@bettymdingi952
@bettymdingi952 Жыл бұрын
Shwele nkosi 😭😭😭😭😭😭
@sithembisogama4568
@sithembisogama4568 Жыл бұрын
Udinga ukubulawa ngesihluku lomfana. Ave enonya
@sithembisogama4568
@sithembisogama4568 Жыл бұрын
Mna ngingambamba ngezami izandla ngimhlephule ephila
@sethabilenxele8580
@sethabilenxele8580 Жыл бұрын
Kuphuma izinyembezi ziyazehlela ngenxa yobuhlungu engibuzwayo.
@jaysibisi5534
@jaysibisi5534 Жыл бұрын
Baba yazeyabuhlungu lento engiyizwayo eyenzeke kulomama emdlala kangaka and ekhubazekile angizi ngendlela inhliziyo Yami ebuhhlungu ngayo yebo ngizimisele kakhulu ngokunikelela ngicela ningazise indlela engingenza ngayo ukuze nami ngiphose isandla kokuhlala ngise America kodwa ngokuzalwa ngingowase Thekwini
@ayandamswelitv
@ayandamswelitv Жыл бұрын
Ngwenya Ngicela ungithinte noma Wenze uwhatsapp ku 0725188602 Ungaphosa kwi Foundation Ngwenya nanka ama details: AYANDA MSWELI FOUNDATION FNB (BUSINESS ACCOUNT) Acc No: 62878488339
@nonhlezondo5117
@nonhlezondo5117 Жыл бұрын
Eyi lwabuhlungu nalu udaba! engathi lowomfana engathola udilika jele u1995 adlwengule umuntu ka1955 konakelephi Nkulunkulu ezweni 😭😭
@sotobe1entertainment332
@sotobe1entertainment332 Жыл бұрын
Yaze yayimbi into siyabonga NoNgalo mfethu sizombeka emkhulekweni umama ube ungaqali lapho siyayilandela imisebenzi oyenzayo nakuba sibuyesihlushwe yilona idata
@ayandamswelitv
@ayandamswelitv Жыл бұрын
Sibonga kakhulu ukusixhasa ngalo idata lenu Ngwenya ngoba manibukile siyakhona ukuhola kuwona uKZbin. Siyabonga Ngwenya ukulisebenzisa kithi idata lenu 🙌🏾🙌🏾
@thulisilekagiso1425
@thulisilekagiso1425 Жыл бұрын
😭😭😭😭😭😭💔😭😭💔😭😭😭ngaze ngakhala weshwele yoooh Liya liyabhubha izwe uJesu azolanda ibandla lakhe sekonakele kakhul manje yooo😢😢😭😭😭💔💔😭😭💔💔💔💔💔😭😭haweeeeeemaaaah
@nkulejalubani8954
@nkulejalubani8954 Жыл бұрын
Can't believe this my gosh can't stop crying😢💔💔💔
@queendlamini6252
@queendlamini6252 Жыл бұрын
Hmmmmmm lafa elihle kakhul kodwa nkulunkul uthin makunje....Baze bangcola bantu
@deepatty7545
@deepatty7545 Жыл бұрын
Hei yaze yashaqisa lendaba lafa elikamjokane kaNdaba senzeni ngezingane zethu lekelela Nkosi
@samkesimelane7817
@samkesimelane7817 Жыл бұрын
Can't stop crying nami yoooooh
@khanyishinga6351
@khanyishinga6351 Жыл бұрын
Sesiphila ezinsukwini zokugcina ngempela ingane engcane kanjr isithathaphi njr isibindi sokwenzisa ugogo umkhuba 😭😭😭😭
@boykelailwe2842
@boykelailwe2842 Жыл бұрын
Eishhhhhh kwazekwababuhlungu. Nkosiyami South Africa 😭😭😭😭😭😭😭
@deliwekunene7932
@deliwekunene7932 Жыл бұрын
Mmmmm kwaze kwabuhlungu ngomama bethu namantombazane ethu
@ThokozileNofuya-fu2zd
@ThokozileNofuya-fu2zd 19 күн бұрын
Babu Msweli mkhulu msebenzi wakho baba u Nkulunkulu akubusise
@MthokozisiCosta
@MthokozisiCosta Ай бұрын
Yiyoke into engenza ngifune isbhamu ngzokhona ukuvikela abangakhoni ukuzivikela👏🏾
@fikileprudencedumakude2618
@fikileprudencedumakude2618 Жыл бұрын
Ngabe nkosi ubulwane kuyophela nini thixo? Khona ngisho abantu abadayisayo ngomzimba ngemali encane ukuthi kunganukubezwa umtomdala kabuhlungu kanje.Hhoooooow nkosi sizobalekelaphi makunjena kwaze kwabuhlungu??💔💔💔💔💔💔😭😭😭😭
@zwelihlecele9912
@zwelihlecele9912 Жыл бұрын
As long isgwebo senyambo senyambo singakabuyi lukhulu oluzayo kulelizwe inkosimpla 😔🤞🤞
@zanelem3622
@zanelem3622 Жыл бұрын
Kwaze kwabuhlungu okusvelelayo nsuku zonke asphephile ezweni lobabamkhulu 😭😭😭💔
@MitaRala-pr7ur
@MitaRala-pr7ur Жыл бұрын
Awu nkosi yam yaziba bazohlala phi abazali bethu ngala madoda angcolileyo yhooo yaze yabuhlungu le
@nonkululekomqadi4130
@nonkululekomqadi4130 Жыл бұрын
Kodwa Baba Msweli utholakalaphi... Noma singenamali singazama ngamandla
@ayandamswelitv
@ayandamswelitv Жыл бұрын
AYANDA MSWELI FOUNDATION FNB (BUSINESS ACCOUNT) Acc No: 62878488339
@victorkuzwayo7259
@victorkuzwayo7259 Жыл бұрын
Bengicela inamba yeAyanda uMsweli foundation.
@mthethu9154
@mthethu9154 Жыл бұрын
Kodwa isihluku esingaka😢😢😢uNkulunkulu akupholise mawami, ngoba iminyaka yakho iyefana nekamawami ongizalayo.😢😢😢😢😭😭😭
@blkexcellence6183
@blkexcellence6183 Жыл бұрын
Babu Msweli. I have no idea how you do such work. May God help you and strengthen you, Baba. I know such things must be draining on your spirit
@ayandamswelitv
@ayandamswelitv Жыл бұрын
Kuyasinda Ngwenya kodwa uNkulunkulu uyasithwala usuku nosuku 🙏🏾
@NomsaMncube-zv6nc
@NomsaMncube-zv6nc Жыл бұрын
Yaze yabuhlungu Indaba kagogo akabhadle ejele umenzi wokubi phephisa Gogo unkulunkulu akupholise yize noma usekude ukukhohlwa
@damelin246
@damelin246 Жыл бұрын
Lomdlenguli umbulale aphila u gogo Ngoba ngyacabanga umfakele nokugula futhi
@nkosinathikhanyile9604
@nkosinathikhanyile9604 Жыл бұрын
Yaze yabuhlungu into. Eish Kunzima Msweli, kwenziwa into ebuhlungu kanje kumama omdala kangaka? 😭😭😭😭😭
@andilebuthelezi1935
@andilebuthelezi1935 Жыл бұрын
Kwaze kwanzima ezweni 💔💔💔💔💔 kodwa konke sikubeke kumdali
@AliceNJele
@AliceNJele Жыл бұрын
Yaze yabuhlungu lento eyenzeka kumuntu omdala futhi okhubazekile kuyathusa kunyantisa nomzimba 😭😭😭😭 uNkulunkulu ozezesula izinyembezi mama syabonga babu Msweli
@phumlanisibiya3865
@phumlanisibiya3865 Жыл бұрын
Shwele Nkos Jesu yba nath kules zukulwane
@richardmoyo1695
@richardmoyo1695 Жыл бұрын
Yabuhlungu inkulumo kagogo kodwa bafowethu ngampela ngmpela. Kwangenani kubantu beslisa abangabafowethu. bakithi. Ukudlwengula nje kukodwa jesu ugogo wabantu
@PhumzileCele-ec5tb
@PhumzileCele-ec5tb 6 ай бұрын
Mmmm 😭 😭 kwaze kwanzima nkosi yami
@Amabledbn
@Amabledbn Жыл бұрын
It’s crazy how ths boys do things like this nangase khona kaNongoma kwenzeka the very samething ingane zabafana zadlwengula uGogo bathathwa amaphoyisa dame day they were out 😢😢💔💔
@sibongisenikhanyile8015
@sibongisenikhanyile8015 Жыл бұрын
Umenzi kufunakal eyobolela ejele noma enqunywe umphambili izintombi zingaka emhlabeni ave bengazihloniphi abanye abafana isalukazi pho
@ziphezinhlemangilizwe8966
@ziphezinhlemangilizwe8966 Жыл бұрын
🥺💔 Kodwa Nkulunkulu was'Ekuphakameni.💔😔
@SiyabongaTame-so2sy
@SiyabongaTame-so2sy Жыл бұрын
Yabuhlungu indaba kamagogo. Asthembe umthetho uzodlala indima. BIG UP NGWENYA!!
@NtombifuthiDube-v1q
@NtombifuthiDube-v1q Ай бұрын
Kwaze kwanzima 😭😭😭Jehova ngenelela
@zmakhumalo2926
@zmakhumalo2926 Жыл бұрын
The dark things we do as black people ....no wonder other races hate us or dont want us near them. I understand them nami if I could choose ngabe sengiyashintsha ngingabi owesizwe esigcwele ukungcola okungaka..Singcolile as blsck ppl. No amount of jail time can fix us.
@zolapowerfultigeressibrahi9369
@zolapowerfultigeressibrahi9369 9 ай бұрын
I absolutely agree my love
@khosindlovu3309
@khosindlovu3309 Жыл бұрын
Kwaze kwanzima emhlab😭😭😭😭eni yhooooòo😢😢😢😢
@thulismshengu6401
@thulismshengu6401 Жыл бұрын
😭😭😭😭😭😭😭😭😭Kodwa laze langcola izwe!
@masizmtshli4050
@masizmtshli4050 Жыл бұрын
Yo kwaz kwabhlungu mntomdal AI kwanzim sengathblendoda ingashisws Haw bafeth kodwa kwenzenjani 😭💔ibuhlungu lento auvshwel mdasl
@phumzilengobese8228
@phumzilengobese8228 11 ай бұрын
Bab'uMsweli uyalibuyisa ithemba kubantu❤
@zamambhele242
@zamambhele242 Жыл бұрын
Lomdlwenguli ngeke akaphilile ekhanda 🤞so sorry Kumama for lesehlo esenzeke kuyena
@salomemalaka5182
@salomemalaka5182 5 ай бұрын
Mina I just wish kuthi angakula angapholi aphili ngama pain until ayongena Ku hell yaka satan
@nobuhlekhumalo4018
@nobuhlekhumalo4018 Жыл бұрын
Haaaau jesu nkosyam Kati kuthen emhlaben nkosi 😢😢😢ai kunzima ngempela ukuyibuka yaz kubuhlungu 😢
@hlengiwegladness2015
@hlengiwegladness2015 Жыл бұрын
Yaze yanzima impilo kamama 😭😭kodwa kazi sikuliphi izwe makunje umfana omncane kangaka wenza into ebuhlungu kangaka kumuntu omdala kangaka kubuhlungu ekujuleni kwenhliziyo Yami💔
@thembishabalala7823
@thembishabalala7823 Жыл бұрын
Nkosiyam waze wonakala umuntu 1995 angathola izintombi nje Uma efuna kodwa wakhetha ubulwane😢. Engathi umama angasizakala bakithi.
@thokozilemnamate4148
@thokozilemnamate4148 Жыл бұрын
BI Phakathi ngendlela😭😭
@ayandamswelitv
@ayandamswelitv Жыл бұрын
Umzimba wami usathuthumela namanje
@samkesimelane7817
@samkesimelane7817 Жыл бұрын
Nkulunkulu Baba ngiyazi ngiyisoni kodwa namuhla ngiguqile phambi kobuso bakho. Ngihlukumezile emoyeni njengomuntu omdala nami ngesiga esehlele lomama. Nkulunkulu Baba ngicela kube uwena olwa impi yalomama. Nkulunkulu siphila emhlabeni nathi esesingawazi. Ngenelela Jehova izingane zethu nathi zisehlule. Jehova ngicela ube nalomama noma kunje ngicela umuphe amandla okubhekana nalesimo.
@CeliweLillian
@CeliweLillian 5 ай бұрын
Smakade ngenelela kulomhlola owenziwe ilengane kugogowayo😢lengane iqalekisiwe uyozafe eyilutho looting...Ngendlela esengvele ngakhubeka ngayo ngvele ngakhuleka kuSmakase ngesqalekiso esehl4le abantwana bethu
@nomamazibuko1573
@nomamazibuko1573 Жыл бұрын
Ngicela lungapheleli lana lolundaba aluye phambili baba Msweli
@nhlanhlamzileni6135
@nhlanhlamzileni6135 Жыл бұрын
Washonaphi unembeza kubantu Jehovah?
@sandiledlamini9114
@sandiledlamini9114 Жыл бұрын
Baba uMsweli nkulunkulu abe nawe njalo kunzima baba kodwa kuzolunga 😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😡😡😡😡 kuph Ubuntu kodwa
@snehmthethwa4291
@snehmthethwa4291 Жыл бұрын
Cabanga nj umfana omncane kanje sehlulwa ukweshela nj nxx lezishimane
@thabilemkhize2585
@thabilemkhize2585 Жыл бұрын
😭😭😭😭😭💔💔💔💔kazi umsebenzi weqembu elibusayo yin if siphila ngokuhlukumezeka kanje? Basithembisa inkululeko yiyona yin lena inkululeko esifanele namalungelo asifanele yiwona yin lawa ukuth sihlukumezeke kanje singumphakathi. Abazali bethu nezingane zethu sizobashiya kuph ngoba kufanele siphume siyozama. Kodwa kwaze kwabuhlungu kakhulu akukhulumeki kant senzeni basivikela nin uRamaphosa nekhabhinethi yakhe? Kazi sisazo vota futhi for what?
@thandekamalinga7734
@thandekamalinga7734 Жыл бұрын
Thethelela Nkosi baba um also from kwa Nongoma😢.
@sphumuzilemoyo7050
@sphumuzilemoyo7050 Жыл бұрын
yeshkwaze kwabuhlungu
@nonhlanhlazwane5693
@nonhlanhlazwane5693 Жыл бұрын
😢 uyaludinga uncedo umama bakithi yooh kunzima😭😭😭😭
@sontozuma9309
@sontozuma9309 Жыл бұрын
💔💔💔💔💔💔💔💔💔💔💔💔💔💔😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭😭
@sbonisothapelo5435
@sbonisothapelo5435 Жыл бұрын
Sawubona baba UmSweli kune Ntombazane okuthiwa uNolwazi Khumalo ithi iyisangoma idlala ngabantu ithatha izimali zabo ihlala ENazzaretha Pine town
@nkanyisodladla5528
@nkanyisodladla5528 Жыл бұрын
Unkulunkulu akagoqe umhlaba ngeke sidlale izinja phu
@nontandolukhozi8650
@nontandolukhozi8650 Жыл бұрын
Khona abantu abangeke bafe bohlala babole ngexa yokuhlukumeza abantu mmmh... nkosi
@hlengiwemakhathini1669
@hlengiwemakhathini1669 Жыл бұрын
Ngavele ngandikindiki😭😭😭😭😭😭
@MariaAkani
@MariaAkani Жыл бұрын
Baba Msweli god bless you in many ways
@malibongwemaphisa4055
@malibongwemaphisa4055 Жыл бұрын
Yey kanti ngempela kungeneni ebantwini bakithi abamnyama ngempela, yaz ngihluleka nokuqhubeka nale video. Uqalangaphi nje ukwenza into enje kumuntu omdala kangaka💔💔 wavele waxoveka umoya wami uma ngibuka lento
@ayandamswelitv
@ayandamswelitv Жыл бұрын
Ngwenya into ebhlungu ongayazi uzoyithini
@bonisilezikalala9906
@bonisilezikalala9906 Жыл бұрын
Ps108verse5 Phakama Nkulunkulu phezu kweZulu,inkazimulo yakho ibe phezu komhlaba
@zinhleMhlongo-k7x
@zinhleMhlongo-k7x Жыл бұрын
😢😢 😢😢 Kwaze kwabuhlungu nje😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢😢
@thandazilezungu9807
@thandazilezungu9807 Жыл бұрын
🤭🤭😭😭phephisa ntombi endala bakithi yazi kodwa abantu bake bazibizele nje amabhadi ezihlalele. Uzothola okungaphezulu ke yena la ekhona. God bless u Ngwenya kanye nabobonke abazokwelula isandla ukuthi athole indlu ugogo 😢😢😢
@promisejuqu7592
@promisejuqu7592 Жыл бұрын
Babu Msweli unkulunkulu aze akuphe impilo ende 😢
@siyandamthembu980
@siyandamthembu980 Жыл бұрын
I respect the rule of law with my actions, words and even thinking... The culprit of this evil did has no right to life at all... If God Almighty can forgive this culprit then I don't need heaven...😭😭😭 May God Almighty namaThongo akho Msweli protect, guide and give you strength Ngwenya, my Lacoste🙏🏾🙏🏾🙏🏾
@sibonisocharles5369
@sibonisocharles5369 Жыл бұрын
😂😂😂😂indlela esiyibeka ngayo isalukazi , uma ekewatholakala lowosathane wendoda umphakathi kumele umbambe umnqume umthondo bawufake ekhikhini ....
@trudyvilakazi3969
@trudyvilakazi3969 Жыл бұрын
😢Inja mayibulawe sies skhohlakkali he dont deserve ijele makabulawe yeses inhliziyo yam ibhlungu yooooo😢💔💔💔💔💔💔💔💔😢
@siyavelantanga8944
@siyavelantanga8944 Жыл бұрын
Kodwa ingane ka95 ngitsheleni kahle kahle ufunani bakithi!!!!!!! Kwaze kwabuhlungu ngabazali bethu😭😭😭😭😭lengane ifile iphila soze yaphumula ngishisifile
@mangcobongcobo8982
@mangcobongcobo8982 Жыл бұрын
Mmmm Jehova ongcwele yabuhlungu into muntu omdala kanje wenziwa yonke lemigilingwane. Unya nobusathane unembeza ushoneph ezweni
@makazenande-rx3zj
@makazenande-rx3zj Жыл бұрын
💔😥😥Awukaze waphuka kanjena moya yami...lomfana owenze lento akumfanele ukphila neze nkosi yokthethelela mangkhuluma kabi esihluku esingaka kumuntu omdala nezinto azikhulumayo shembe
@thembagift8687
@thembagift8687 Жыл бұрын
Yooo 😢😢😢😢😢 Nongoma kodwa
@BalungileShange-u6f
@BalungileShange-u6f Жыл бұрын
Bazalwane sekukubhubha kwezwe yaze yabuhlungu indaba engilalele salusubuya nkosi
@KUSAMASANGO-fk3bd
@KUSAMASANGO-fk3bd Жыл бұрын
😪😪kunzima bafw2 kwamhlaba futhik manje sesiphila nezilwane uqobo
@mpumiedubesiwela1188
@mpumiedubesiwela1188 Жыл бұрын
How is it that in South Africa people still live in such dire poverty - in 2023 😢😢😢😢😢
@sibonelohashtag
@sibonelohashtag Жыл бұрын
Awuuuu bakithi kodwa nkosiyami 🤦🏽‍♂️😭😭😭
@beautybhengu2397
@beautybhengu2397 Жыл бұрын
Mmmm kwaze kwanzima. Emhlabeni esiphila kuwo ingane izolala no. Gogo wayo. Ngalendlela siphi isibusiso. Kuleyo. Ngane. Thixo. Ngenelela
@eunicetholakelendawonde-xd2gr
@eunicetholakelendawonde-xd2gr Жыл бұрын
Ngenelela nkosi 😢😢😢😢😢
Nongoma Futhi Part Three | Iconsi Ligcwalisa Ibhakede
23:14
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 60 М.
How Strong is Tin Foil? 💪
00:26
Preston
Рет қаралды 138 МЛН
Nastya and balloon challenge
00:23
Nastya
Рет қаралды 70 МЛН
FOROGONYA. NDODA MOMBE DZANG .DARE RACHIEF MUTASA Karanganda TV
29:14
Karanganda Tv (Waiyepo ere ?)
Рет қаралды 27 М.
UMGWAZELWA EP 03
30:19
SBANESIHLE MEDIA
Рет қаралды 43 М.
SIHLUSHWA ISITHWALO SIKAMFOWETHU OWASITHATHA WASHONA
25:27
THULELENI TV
Рет қаралды 136 М.
Ngiyothwala | Omama Bomkhuleko
11:04
Simthande Comedy
Рет қаралды 290 М.
Ayanda Msweli Foundation | Nongoma! Nongoma! Nongoma Futhi!
36:37
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 117 М.
Uwuqedile umndeni ngePipi uMyeni wami, wasiqhatha | UTHAKATHWA UBANI??
1:17:56
Ayanda Msweli | Izinyembezi Zendonda | Community Development
29:30
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 194 М.
Ayanda Msweli Foundation | Amawel’Ephepheni
52:06
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 49 М.
How Strong is Tin Foil? 💪
00:26
Preston
Рет қаралды 138 МЛН