No video

Ayanda Msweli Foundation | Izigibhu Ngiyazenzela | Prof Godo Interview

  Рет қаралды 631,198

AyandaMsweliTV

AyandaMsweliTV

Жыл бұрын

Пікірлер: 1 000
@mpendulonkwanyana5904
@mpendulonkwanyana5904 Жыл бұрын
Nazi ke izinyanga esakhula zikhona ayi lezigebengu ezikhona manje, inyanga ayidingi ukwenza I marketing uwena oza kuyona ngoba uzwa imisebenzi yayo👏🏽👏🏽👏🏽
@thembekamankwali346
@thembekamankwali346 Жыл бұрын
Bab Msweli is the only reason ngingena on KZbin
@freedommyeza2601
@freedommyeza2601 Жыл бұрын
Siyabonga baba UGodo ngokusiza kulomuzi kodwa ngiyamangala ukuthi itheku lineyinyanga eyingaka zathula engathi azikho 🙆🏼‍♂️ Mr Msweli siyabonga nge interview ka baba eMvakomsebenzi asewenzile aqhubeke nomsebenziwakhe kushuthi njengoba esukumile ma ushaya ikhwela kuyacaca aka xhaphazi abantu inkulunkulu abusise yena nomuziwakhe
@orbitno100
@orbitno100 Жыл бұрын
Khehlelezi nayi I yanga, izani nizifunda niyeke ukuqola abathandazi
@sydneymaswanganyi
@sydneymaswanganyi Жыл бұрын
I really like Bab uMsweli angle of asking questions. It leaves the viewer with clear picture. Keep it up Baba.
@mtshalies
@mtshalies 7 ай бұрын
Ungasho uliphinde
@Lusindisocengani-pe2cs
@Lusindisocengani-pe2cs 6 ай бұрын
Lena inyanga ndiyayifuna
@user-ip9ul1wq6s
@user-ip9ul1wq6s 4 ай бұрын
Ngiyanibingelela baba Msweli nobaba prof Godo ...ngokhulu ukuzithoba ngicela nisiphe number bakithi sixakekile kakhulu ngiyacela nkosi yami nisisize🙏🏾
@sizakelengwenya25
@sizakelengwenya25 Жыл бұрын
Babu Msweli,besicela u Part 2 no 3 uno babu Godo..sikesibone umuzi wakhe wonke nemfuyo..Siybonga
@mememolefemememolefe522
@mememolefemememolefe522 Жыл бұрын
Tatu mthembu yinyangi yonkenyani unkululu akuchine tata ndithanda inyani kuwe tata
@user-tq1ny2mq9i
@user-tq1ny2mq9i 5 ай бұрын
@nomusa hloph ba msweli ngampela siyacela baba bubbles godo mkhulu lomzi singakawuboni
@user-tq1ny2mq9i
@user-tq1ny2mq9i 5 ай бұрын
@nomusa hlophe babu msweli ngiyafisa ukukubona sengigule iminyaka emithathu ngaphindangaphuka inyonga angikwazi ukuhamba odokotela abakwazanga ukungihlinza notable godo ngiyacela kumbona
@user-tq1ny2mq9i
@user-tq1ny2mq9i 5 ай бұрын
@nomusa Hloph babu msweli ngifisa ungiyise khona mkhulu godo ngiyacela
@user-mx6cj6qw2k
@user-mx6cj6qw2k Жыл бұрын
Baba Msweli ngicela usizi lwakho kwathunjwa indodana yam ngo 2016 kuze kube namhla angikaze ngiyithole mhlambe uGodo lungangisiza ngiyacela Baba
@user-fs1zr3zm4p
@user-fs1zr3zm4p Жыл бұрын
Longest video I have ever watched. But I don't regret
@MaletapataMahlo-en3nx
@MaletapataMahlo-en3nx Жыл бұрын
This lady she is very beautiful
@manelisjersiaaquarius2730
@manelisjersiaaquarius2730 Жыл бұрын
This is the toughest interviiew i've ever seen Gogo Ndende✨✨🙏
@user-yd2tx6bm9y
@user-yd2tx6bm9y Жыл бұрын
Inhlonipho ekubaba msweli inkosi isigcinile weña uyasisebenzela isizwe sakithy❤❤
@siphosakhemajola9136
@siphosakhemajola9136 Жыл бұрын
Ngiyamthanda lobaba akanazo izimfihlo ukhululekile🙌🏾
@mlungisichonco2196
@mlungisichonco2196 Жыл бұрын
Zimbalwa izinyanga ezingaphasa le interview Prof GODO got a distinction
@user-zp7xn5pg7t
@user-zp7xn5pg7t 5 ай бұрын
Giqela ama number ka babu godo
@ntobekonondabula5959
@ntobekonondabula5959 3 ай бұрын
Ngila e Thekwini ngokuhlala ..ai cha impela kunaba fana esihlala nabo abasuka kwi sgodi sika Babu Godo ai cha impilo bayawavuma amandla akhe
@simangelengwenya2846
@simangelengwenya2846 11 ай бұрын
Masifundisekeni south africa ,akobe sifundile kule interview.thanks bab msweli
@mncedisimpetshwa9996
@mncedisimpetshwa9996 Жыл бұрын
NgiyiNyanga kodwa ngizoyoguqa ku Godo angibeke izandla ngiyamvuma👑
@user-hu5iz3ku1d
@user-hu5iz3ku1d 4 ай бұрын
uyabona ke wena uzoba yinyanga enzima kakhulu ngoba awunawo umona uyakwazi ukuvuma umuntu omkhulu kunawe
@gamer_V6
@gamer_V6 Жыл бұрын
Babu Msweli is very honest bra. He doesn't nurse anyone's feelings😂😂
@princentshangase6815
@princentshangase6815 Жыл бұрын
😂nam ngnotice lokho😂👌
@mpumelelobuthelezi5644
@mpumelelobuthelezi5644 Жыл бұрын
He’s so funny 😂
@XolaniNtusi
@XolaniNtusi Жыл бұрын
😂😂😂lol isxandu
@njabulodladla7942
@njabulodladla7942 Жыл бұрын
Yabona when some one always say unkulunkulu, siyazi ukuthi kunonkulunkulu abaninigi but if he's the true beleiver of unkulunkulu he will call him by he's name Yahuah
@ntombifuthindlovu9687
@ntombifuthindlovu9687 Жыл бұрын
Ayi unesbindi uMsweli😂😂😂😂
@drphoka5964
@drphoka5964 9 ай бұрын
I once went to prof Godo I wanted ukuthwala .before we do anything he told me that he don't do Human sacrifice. He can give me pure muthi
@user-vp6rd3dg5y
@user-vp6rd3dg5y 9 ай бұрын
I want to go to him sengidlale abathakathi kakhulu ngihamba izinto ebusweni. Nginebhadi abantu banomona ngakho konke engikuzamayo. Izinto zami zonke ziyabheda
@brendahadebe217
@brendahadebe217 7 ай бұрын
Ukuphi nendawo uDr Godo, plz help
@user-rr1hj8wz8r
@user-rr1hj8wz8r 6 ай бұрын
Baba ugodo mina ngifuna ukuthwala nkosiyami .ngikhuphule imisebenzi yami engiyenzayo
@mzamotry4623
@mzamotry4623 6 ай бұрын
Mina nawe sinenkinha eyodwa
@samkentuli7609
@samkentuli7609 6 ай бұрын
Do you have his contact details
@mbuyiseninkosingiphile423
@mbuyiseninkosingiphile423 Жыл бұрын
Ngyabonga bab'Sweli kuze ngimbone uBab'uGodo 🙏
@nkosingiphiledennis4883
@nkosingiphiledennis4883 Жыл бұрын
Baba Nongalo you are so professional indlela nje ukhuluma ngayo nendlela obuza ngayo isinika full clarity of the story 👏👏👏‼️Ukhule nje Baba ne Ayanda Msweli Foundation ikhule.
@linsimsims3631
@linsimsims3631 2 ай бұрын
The best interview ever in South Africa yezinyanga. Not ama fake angazi nix. Thank you baba uMsweli nobaba uGodo kade sidlala osomathuba bezinyanga.
@uMsubathi
@uMsubathi Жыл бұрын
Really enjoying the interview 🙏🏼 abaphile abantu
@xolaninombika7410
@xolaninombika7410 Жыл бұрын
Isigodi South Africa umholi ubaba Msweli uthisa ubaba Prof Godo olula amankankane cha sifunde lukhulu lapha ngezigubhu bengizihalela kodwa sengicaciselekile 😊
@siphiwekunene2498
@siphiwekunene2498 Жыл бұрын
Thank u babe Msweli and ngiyamuvuma u profGodo qubeka babe usize abantu mine ngise Swatini I like your show babe Msweli ngabuka ngukhani niyosiza loya mama nina babuGodo thank u
@Skarakathintwa
@Skarakathintwa 6 ай бұрын
This must be the Best i have seen so far by decades. Please continue with your good work Bhuti Ayanda 🙌🏿
@pertuniacaptain2033
@pertuniacaptain2033 Жыл бұрын
Ds man deserve a reality show prof godo
@thembelaninicky8807
@thembelaninicky8807 4 ай бұрын
I watch everything about Babu Msweli everything he touches I'm there. Usukasambe wenyanga ke lo Ugodo.
@sarahkhozamazibuko5383
@sarahkhozamazibuko5383 Ай бұрын
Sicela inamba ka prof Godo
@ezethongonomsamotv74
@ezethongonomsamotv74 Жыл бұрын
Ubabu Godo seems to be an honest healer, ave eneqiniso lobaba kule video yize kukhona angeke vese akuveze okwakhe okuyimfihlo nyengenyanga endala ne hlahlambile. Kodwa ukuthwalisa khona kuhamba nobungozi obuphikwayo sdalwa kodwa ke ekugcineni uzoyikhotha imbenge yomile
@lindomagaye8729
@lindomagaye8729 Жыл бұрын
Ngiyayithanda le comment. zikhona vese izinto angeke aziveze. izinto eziyizimfihlo zobunyanga. abantu bohlezi bekhuluma. i know this because ngingowakhona kwamhlabayalingana. abantu bayakhuluma lapha.
@fransn353
@fransn353 Жыл бұрын
​@@lindomagaye8729ngicela unabe mhlambe ungasiza abaningi, Nami mpela
@israeldlamini1703
@israeldlamini1703 9 ай бұрын
Strange coincidence that i see you in the comments mkhulu. Sometime ago i had a dream about you, you were carrying me on your shoulders with my mom walking right next to us, shortly put...what could this mean mkhulu?
@zenzelemnqobisimelane-ts4ry
@zenzelemnqobisimelane-ts4ry 6 ай бұрын
This man knows what he is talking about and he knows what he is doing
@mlamulimzolo3033
@mlamulimzolo3033 10 ай бұрын
Bab'umsweli uyabophelana ogodweni, siyabonga ngezifundiso esizithole kubabu godo...
@Dr_V5_ZiK5_li5.
@Dr_V5_ZiK5_li5. 7 ай бұрын
Au madoda KwelaKith KwaMhlabuyalingana Kula es'vela Khona siyabonga Nongalo Bab' uProff Godo ..!! 🎉🎉
@mzamofelix1248
@mzamofelix1248 Жыл бұрын
Uyabona nje ngenkathi ifoni ingena emanzini, idlozi lalizama ukumkhuza wangalalela
@AsandaAyabonga
@AsandaAyabonga Жыл бұрын
Siyabonga kakhulu Baba Sweli, kanye no-Prof Godo. Onendlebe uzwile sifundisekile. The Thekwane portion was fantastic, and I had no idea about that information either. Certainly helpful knowledge😇😇
@mondliafrikakahadebehadebe1006
@mondliafrikakahadebehadebe1006 Жыл бұрын
I know him, I've met him 4 years ago , he just a very honest man even though im not someone who believe emthini, but umuntu ophilayo kakhulu nomdeni wakhe uyaphila kakhulu
@nezisoka
@nezisoka 6 ай бұрын
Ngicela number ka aba umsweli 1:27:35
@siphonkosi2947
@siphonkosi2947 3 ай бұрын
Akabizi yin kakhulu?
@andilesbusiso7455
@andilesbusiso7455 3 ай бұрын
Need his adress pls need to visit him pls
@vuyanenel4782
@vuyanenel4782 Жыл бұрын
Thank you Bab Msweli 🙏 i have learnt a lot today especially about uthekwana
@vistom5784
@vistom5784 Жыл бұрын
Ngyamvuma loBaba yaz kube sinaloluhlobo lwezinyanga ngabe ezweni akunjena ngoba baningi badlala ngabantu bethi bayelapha beqola abantu
@sizakelengwenya25
@sizakelengwenya25 Жыл бұрын
Ubaba uGodo ngiymbonga,kakhulu... Ulibekile iqiniso ...hayi phela badumile ngamanga..😅😅..uGodo uthi olwandle uyodliwa oshaka,uzothini..😂😂😂😊
@cebomabuza9774
@cebomabuza9774 10 ай бұрын
Cha namy ngithandile leyo😂😂😂🤞the is no life emanzini
@ThobelaDlali
@ThobelaDlali 3 ай бұрын
Tjooo baba Godo ngathi angayosilungiseka Khaya kuphele lanto bayenzayo mzini kamama
@caughtontape5829
@caughtontape5829 Жыл бұрын
Msweli is a troll, in a nice way though, he is witty, an attentive listener who extracts the cream from the people he interviews.
@minimotivations448
@minimotivations448 Жыл бұрын
😊
@ayandabanks2872
@ayandabanks2872 Жыл бұрын
I noticed that too. Kindness is indeed a deadly killer. I noticed the same with Sengwayo too.
@overthesun7550
@overthesun7550 6 ай бұрын
Singabalandeli Siyacela ukuthi Baba uMsweli uyeku Dr Mkhwanazi lona owajika ngeveni lakhe elimhlophe lika Toyota ubuze same mibuzo futhi acacise akuchazele ngezigubhu ngoba manjeh manje lokhu kuveza ukuthi izimendlela zabo dokotela azifani neze sow sicela usondele kuyena eMtuba uDr Mkhwanazi nenze a deep interview
@jabulanimondlane4564
@jabulanimondlane4564 11 ай бұрын
Babu Msweli ngiyabonga ukuthi uzinike ithuba loku Prof Godo am leaning lots of things thank you very much.
@khanyimabaso7008
@khanyimabaso7008 Жыл бұрын
Bakhona abaLozi but the way he is explaining his reasoning for saying abekho makes sense....most people want to have abaLozi (for a reason known to them ) but bona bakhona.
@mjmeternal2696
@mjmeternal2696 Жыл бұрын
Bayabaleka futhi uma ekhaya kunomsindo and nithuka inhlamba. Ugogo wayenabo manje ubabomkhulu ebuya njalo edakiwe ebanga umsindo ethuka nenhlamba. Hambiyane abalozi. Abangekho yilaba basema 3rd floor ko Teachers Centre eThekwini. Khohlwa ke lapho
@thobekabella8831
@thobekabella8831 Жыл бұрын
Bab Godo “isgubhu esincolile siyas’bulala” Bab Msweli “isgubhu siyasbulala” the way uBab Msweli said it I laughed so hard 😂😂😂
@clkubheka4006
@clkubheka4006 Жыл бұрын
Syabonga kakhulu Baba Msweli umsebenzi osenzela wona kule South Africa eyonakele kangaka. God Bless you.
@Victormlangeni-mg4nu
@Victormlangeni-mg4nu 6 ай бұрын
Angiphikisani nombono ka Baba ugodo bt umlozi ukhona fut bakhona abathwasa emanzini. Ngoyamhlonipha kakhulu Baba ugodo ngolwazi analo bt nginesiqiniseko sokuthi angeke akwazi konke cz abaphiwanga ngokufana abantu. UBaba ugodo unolwazi olunzulu ngeskhwama sakhe 🙏
@manelisjersiaaquarius2730
@manelisjersiaaquarius2730 Жыл бұрын
Hawu limlahlile lowesifazane idlozi lakhe ngoba ubengaqali ukuyenza lento yokudayisa izicubu. .kwaze kwanzima emhlabeni...siyabonga mkhuluGodo.❤❤unothando .🙌🙏🙏
@user-lk5bl6iq9j
@user-lk5bl6iq9j Жыл бұрын
Hayi ngikholwe ngeyokosa godo ten yaba fazi 64 yabantwana 😮
@sithandekilentini2580
@sithandekilentini2580 9 ай бұрын
​@@user-lk5bl6iq9j 😮😮😮 nami ngsathukile
@mphomatlala502
@mphomatlala502 Жыл бұрын
The honesty in this interview ❤, big ups Mr. Msweli...
@bahleromania1778
@bahleromania1778 Жыл бұрын
the level of i wish i was there with them is on a high...
@siphoericgumede3035
@siphoericgumede3035 9 ай бұрын
Heyi uMsweli umseshi osezingeni eliphezulu kakhulu ngeke futhi udabule,
@siphoericgumede3035
@siphoericgumede3035 9 ай бұрын
Ngichazeke kakhulu ngeskhathi kubuzwa eyeztifikethi hayike zakhala
@sibusisoblessman306
@sibusisoblessman306 4 ай бұрын
What a interview!!! Syabonga kakhulu Ku Babu Msweli no prof Godo we really appreciate your interview🙏🙏🙏
@user-tu6xh3gw7j
@user-tu6xh3gw7j 7 ай бұрын
Babe Msweli ngabe ngingasitakala njani bo ngilapha Eswatini , im now 14 yrs ngayekela kusebenta kumbe babe Gondo angangisita nje , I'm zion man
@user-xh5sc4lg2z
@user-xh5sc4lg2z Жыл бұрын
Siyawbongela lomndeni Mr Msweli mkhulu umsebeni eniwenzileyo nobaba uMthembu ❤❤❤
@user-jd2js9wy4z
@user-jd2js9wy4z 9 ай бұрын
Bab Msweli we are blessed to have you not only in KZN but in RSA.
@thokozanimiya8304
@thokozanimiya8304 4 ай бұрын
ngicela ukuphakamisa umsebenzi nje .nekhaya lime akwenzeki lutho .ngiyeza good amen😊
@BonganiMathebula-gy3lw
@BonganiMathebula-gy3lw 3 ай бұрын
Baba Msweli..as much as someone already ask for another episode on Prof Godo. We also want to see and learn more..I also say the same thing
@njabulomthembu8452
@njabulomthembu8452 Жыл бұрын
Yey yaze yamnandi nayi interview 😮Yabona bachaza indaba kathekwane ayi suke semuka nami ungivule amehlo ukuthi unkulunkulu wajula ngakhulu ngendalo
@thandimthembu8331
@thandimthembu8331 Жыл бұрын
BabuMsweli siyabonga lomsebenzi owenzayo siyabonga ne update ukuthi sazi ukuthi basala kanjani kuloya muzi baba Godo waye wayonceda kuhle kakhulu baba 🙏🙏
@AnitaNgwenya-z2r
@AnitaNgwenya-z2r 9 күн бұрын
I interview yakho Baba ngingayilalela ngiyiphindaphinde ngendlela ochaza ngayo ,akukho lasizwa khona izinto ezishaqisayo uze uzisole ngokubuka nokulalela kodwa siyakheka ,siyafunda ,ubuyisa ithemba ukuthi ngakhona abantu abelapha ngeqiniso ,awu izwe elikude .Sizake Baba siza nabaqamba manga bathi bayelapha .Msweli siyabonga Bhuti uloku uphuma nje uyosihlwayela.
@manelisjersiaaquarius2730
@manelisjersiaaquarius2730 Жыл бұрын
Mswelaritu my Legend✌️👍
@nellymaneliza5603
@nellymaneliza5603 Жыл бұрын
I don't mind about the data as long am watching the Mr Msweli 🙏🙏👏👏♥️♥️
@Phindile21
@Phindile21 Жыл бұрын
Bab'uMsweli... 😂 "sebengidayisile" bafuna ukukuphuca imoto. You're so vigilant! 🤣🤭 Siyabonga nge interview, sicoshacoshile nasolimini...lunothile.👌 Sicela ubuye usikhombise le mizi emihle, nemfuyo kuyamangalisa !
@user-rz5lj8vv6n
@user-rz5lj8vv6n 7 ай бұрын
Ave ngimdinga uProf nasekhaya umah wathenga umuzi kanti owomuntu owayethwele yey sesilishiyile nekhaya ngenxa yezinkinga ezikuwu
@sibongisenihadebe787
@sibongisenihadebe787 Жыл бұрын
Keep it up the good work Baba Msweli inkosi kubusise 👏
@Zamazopdlamini
@Zamazopdlamini 4 ай бұрын
Inyanga yangempela hayi leziqeda Mali ezinganam msebenzi ❤❤❤
@ncedileshongwe2182
@ncedileshongwe2182 Жыл бұрын
Ah xem I love the wife. 😊
@mpirokajosephmgcokoca2355
@mpirokajosephmgcokoca2355 7 ай бұрын
Professional photography Baba uMsweli👏 excellent 👌 Siyabulela Ku Dokotela ngosinika ulwazi olungaka. incoko yenu ibiluncuthu_mazangwa👏 Siyabulela!
@sandilezulu6022
@sandilezulu6022 3 ай бұрын
Siyabonga kakhulu, abanomona bhazo qhubeka namanga.....bab Godo inkunzi🙌🏾.. Bab Msweli 👌🏾... Bab Ncwane ✊🏿
@bysnupih
@bysnupih Жыл бұрын
This is so informative babu Msweli babu Prof Godo knows his story syabonga...ngyafisa ngelinye ilanga ukubona ekheya shlushwa islwane esthunyelwa thakathi ngelinye ilanga mhlampe kuyolunga .... siyabonga kakhulu🙏
@nunungema4412
@nunungema4412 8 ай бұрын
Usuke waya
@msizisibiya1649
@msizisibiya1649 5 ай бұрын
Ngicela usizo nami la, ngicela ukukwazi ngingaxhumana kanjani nobaba uGodo, ekhaya sesize sathutha sabaleka ngoba izilwane zisimise kabi. Besicela uncedo, ngithole I number yakhe
@TheBonginkosi
@TheBonginkosi Жыл бұрын
Interesting interview. Ngelinye ilanga kuyomele sizwe isayidi lalaba abahlola ngabalozi.
@ernestngema1862
@ernestngema1862 9 ай бұрын
Awu Waze washaya emhloleni Bonginkosi😮😮😮😮😮😮😮 1:18:07
@user-je7iu6wo6n
@user-je7iu6wo6n Жыл бұрын
Ngifunde okukhulu ngendlu kathekwane siyabonga Nongalo ngale interview nensizwa yangakithi simazi kudala esafufusa umuzi wakhe usazidabukisela kodwa imisebenzi yakhe embeke la ekhona abaphile abantu
@NkosinathiKhuzwayo-xq6nh
@NkosinathiKhuzwayo-xq6nh Жыл бұрын
Uma kukhulunywa Nge Nyanga mina ngiyamvuma umvelase .yize Singeke sazi Konke kodwa Inc Incitha buchopho lena njengoba wahamba indawo zonke lezi unemimoya Yamazaki lawa ,uma ethi akahlulwa lutho uqinisile uyazi kuth noma bekuloyile ngomuthi wakwelinye lizwe yena unalowo Moya uzosinda Baba godo u Khule Khehla nawe Msweli u Shembe Akhulise
@jabu5605
@jabu5605 Жыл бұрын
i am proud of u prof Godo
@gladysmkhize4085
@gladysmkhize4085 Жыл бұрын
Unesibindi Msweli hawu!hhayi ngeke ngisho okuningi kodwa ngithi hawu! eMzansi
@PhilisileMhlongo
@PhilisileMhlongo Жыл бұрын
Babu Msweli Siyabonga iqiniso lakho nokungayi ngalabo mangose abazenza abaziyo😊❤ ngingena kuwe nje kqala mangilaku KZbin
@ntombizezwigumbi7578
@ntombizezwigumbi7578 Жыл бұрын
Mmmm syabonga baba msweli ukusenza si understand izinto ezihlukene ngobu ngoba or ukuthwasa or ukuba sedlozini😊
@uzulusouthafrica6524
@uzulusouthafrica6524 Жыл бұрын
South Africa 🇿🇦 nansi ke inyanga if wazi inyanga Ile
@ntombisibanda7508
@ntombisibanda7508 Жыл бұрын
Indlu kathekwani mfunde okuningi❤
@sphiwengcobo3193
@sphiwengcobo3193 10 ай бұрын
The good work from babu Msweli and babu Prof Godo🎉
@user-jh9vw4dj8f
@user-jh9vw4dj8f Жыл бұрын
Cha u l Profesa Godo ungumelaphi akathwalanga lento ethi muthi uyayazi.hayi labemali mebebuzwa umbuzo angaphenduli bafihle ama amera awakhoni ukusondela.bathwele nje Lana uchaza konke akathj akafuni ukuchaza kodwa ubabugodo uchaza konke .nobaba uMsweli ubuza Kahle ubuza imibuzo eyiyo syabonga Mr Msweli.
@celiwekunene2506
@celiwekunene2506 Жыл бұрын
The true traditional healer qhubeka prof Godo uphilise isizwe
@TininiKhoza-cn4tn
@TininiKhoza-cn4tn 11 ай бұрын
Ngaze ngamthanda umama wasekhaya 💞💞💞💞
@happybalu7916
@happybalu7916 4 ай бұрын
Me too😊
@ThembinkosimicroVukaphi-po2ow
@ThembinkosimicroVukaphi-po2ow 2 ай бұрын
Nami nje kanti yini le enza ngayo
@ifele_art
@ifele_art 10 ай бұрын
Ingase ndikubone ngenye imini Tatu Msweli 😂❤your personality is really unique, you remind me of one left handed friend of mine..he is a very unique person like you. Unobulumko wisdom, God bless you.
@ngemathabisile6481
@ngemathabisile6481 4 ай бұрын
Syabonga Babu Msweli yibo ke abantu esibadinga emaphalamende abantu abanjena abamela iqiniso njengoba linjalo izwe lethu linga lunga babu Godo syakubonga baba for your honesty inyanga yeqiniso ke le
@345gmailThabie
@345gmailThabie Жыл бұрын
Ngiyamvuma mina u Godo
@user-fk6rq1tq8l
@user-fk6rq1tq8l 9 ай бұрын
Siyabonga bab'Msweli muhle umsebenzi osukwenzele iSouth Africa,siphinde sidlulese ukubonga okukhulu nakubaba Godo ngokusipha ulwazi ngosizo lwendabuko.Aqhubeke njalo ngomsebwnzi wakhe omuhle,nezinyanya zakubo zimkhanyisela❤❤❤.Sacela inamba kaBaba iGodo konayo🙏
@promisevilakazi1339
@promisevilakazi1339 9 ай бұрын
God bless you baba Msweli kaningi okwenzeka isizwe sakithi uNkulunkulu akwandisele insuku zokuphila
@AyabongaDumke
@AyabongaDumke 3 ай бұрын
Babu Msweli, Prof Godo imimoya enamandla iniphakamise siyabulela.🙏🙏🙏💪
@nduduzo777
@nduduzo777 Жыл бұрын
Salute Prof Godo🙇🏾‍♂️
@jabulanipeter2910
@jabulanipeter2910 Жыл бұрын
Prof Wani? Sidlala oGodo la bezibiza ngo Prof
@SiphesihleMkhabela-io7bs
@SiphesihleMkhabela-io7bs 6 ай бұрын
​@@jabulanipeter2910Hamba kuye uzibonele wena. Noma ake uthole Inamba yakhe umnike I challenge
@thembekampungose1374
@thembekampungose1374 Жыл бұрын
Siyabonga baba Msweli 🙏🕯📿 kodw ngaze ngifisa kumbona ubaba Godo asisize nathi sigulelwa ubhuti wami😢😢
@BhekiInnocent
@BhekiInnocent Жыл бұрын
UZomthola emanguzi, isgodi ephelandaba
@niegambushe5336
@niegambushe5336 Жыл бұрын
Sicela i realty show kababa uGodo bandla
@BhekiInnocent
@BhekiInnocent Жыл бұрын
Relax if unokuncane for ukukhanyisa uzokusiza ngyamazi wakithi kwamhlabuyalingana lo
@thembekampungose1374
@thembekampungose1374 Жыл бұрын
@@BhekiInnocent yabonga khehla 🙏
@thembekampungose1374
@thembekampungose1374 Жыл бұрын
@@BhekiInnocent yabonga khehla 🙏
@AsandaXHire
@AsandaXHire Жыл бұрын
Muhle umsebenzi wakho Nongalo. Ngiyafisa nami ukuphosa ebhakedeni, ngicela imininingwane lapho engangafaka khona. Nongalo for President!!! 🙌🙌🙌
@ayandamswelitv
@ayandamswelitv Жыл бұрын
AYANDA MSWELI FOUNDATION FNB (BUSINESS ACCOUNT) Acc No: 62878488339
@minenhledrivingschool7243
@minenhledrivingschool7243 11 ай бұрын
Babah msweli ubizelwe ukubuyiseni isizwe inkosi ikuqinise njalo ngesbindi nokusisebenzela thina sisabadinga abantu abanesbindi ukuze nesizukulwane silithole izwe lisenobuntu❤
@user-ih8py7mx6l
@user-ih8py7mx6l Жыл бұрын
Siyabonga prof Godo ngokukhuluma amaqiniso
@manelisjersiaaquarius2730
@manelisjersiaaquarius2730 Жыл бұрын
Ukhanela namundiki madala jove✨🙏🙏🙌🤞❤️
@manelisjersiaaquarius2730
@manelisjersiaaquarius2730 Жыл бұрын
Qhawula ngiyakuhlonipha Chende ....imiswbenzi iyabonakala🙌🙌
@user-zo4kd6jg4o
@user-zo4kd6jg4o 4 ай бұрын
❤Min ngibonga baba Wethu Msweli ngibuye ngibonge mkhulu Gogo ngokusiza thina abantu abaswele ayi labantu bafun ama million kodwa sixakekile✊👏🧎
@tngtng9929
@tngtng9929 Жыл бұрын
31:18 😂 ama guard body. Had to rewind as i thought uthi ama cardboard 😂 kganthe ore di body guards
@ndlovusa
@ndlovusa Жыл бұрын
Abantu bakudala bakhuluna kanjalo. Ugogo wayethi unensi esho i nurse.
@tngtng9929
@tngtng9929 Жыл бұрын
​@@ndlovusaKea leboga ntate🙏
@simphiwemkhize9475
@simphiwemkhize9475 Жыл бұрын
Musa ukuba deepicaly 😂😂😂
@user-ph2hj3sh9p
@user-ph2hj3sh9p 9 ай бұрын
Me too want to meet him
@erickumalo2372
@erickumalo2372 4 ай бұрын
Perfect and legit content siyabonga muhle umsebenzi
@user-nz6rg8jg8t
@user-nz6rg8jg8t Жыл бұрын
Ithixo asigcinele wena baba nomdeni wakho baningi abantu abakudingayo asebedlali nyanga mbumbulu soze sifike nathi kuwena Mkhulu 🙏
@sbusisokhumalo5332
@sbusisokhumalo5332 Жыл бұрын
Siphethe insizwa kodwa kwamhlabuyalingana siyekeni 😂😂😂
@SiphesihleMkhabela-io7bs
@SiphesihleMkhabela-io7bs 6 ай бұрын
Abasiyeke mfowakithi I nkunzi le. Kanye nalo okuthiwa u Johane 14😅😅
@user-rc1gm1jp1f
@user-rc1gm1jp1f 5 ай бұрын
Inkinga kudingeka imali yangampela uma udinga usizo lana, lemali engekho Nkosiyam😢
@SeanPedlar-uw8yg
@SeanPedlar-uw8yg 4 ай бұрын
Akekho one number yakhe😢
@nomthandazomponwana6345
@nomthandazomponwana6345 3 ай бұрын
Ngcela ukuza lapho zofike ngilalele kini bo😅😅😅
@SiyabongaMtshali-nj1hy
@SiyabongaMtshali-nj1hy 3 ай бұрын
Ufike ulale khona ikhona indawo kwakhe khululeka
@manelisjersiaaquarius2730
@manelisjersiaaquarius2730 Жыл бұрын
Namakhosikazi athobekile ngagcin'ebhayibhelini...umhlekaxi🤞🤞
@nomkhosithobeka6773
@nomkhosithobeka6773 9 ай бұрын
Syabonga babu Msweli ngokusxoxela bukhoma ngoBabuGodo iyaphila lemfundo yakhe uProfesor oqeqeshiwe🤝
@NonhlanhlaThwala-iy2eh
@NonhlanhlaThwala-iy2eh 9 ай бұрын
Izandla zidluli ikhanda 👏🏽👏🏽 ngiyavuma i wish one day ngifike kuwe nami azoncacela izinto
Ayanda Msweli Foundation | Ifu Elimnyama Phezukwethu
29:51
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 148 М.
BENGITHI NGITHOLE UNKOSIKAZI KANTI OZONGIMBELA ITHUNA NGIPHILA
38:00
Inside Out Babies (Inside Out Animation)
00:21
FASH
Рет қаралды 23 МЛН
Я обещал подарить ему самокат!
01:00
Vlad Samokatchik
Рет қаралды 9 МЛН
لقد سرقت حلوى القطن بشكل خفي لأصنع مصاصة🤫😎
00:33
Cool Tool SHORTS Arabic
Рет қаралды 28 МЛН
Ayanda Msweli Foundation | Safa Imikhovu Eyizintandane Update
28:24
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 207 М.
Ayanda Msweli Foundation | Umkhuba Usendlini
34:11
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 104 М.
Ayanda Msweli Foundation | Safa Imikhovu Eyizintandane | Ukuthwala
50:44
Ayanda Msweli Foundation | Nongoma Futhi
21:17
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 213 М.
Inkosazane - Dr Tshawe
46:22
TSOGO TV
Рет қаралды 61 М.
Ayanda Msweli Foundation | Usukuphindile uNongoma Odume Ngakho
52:33
AyandaMsweliTV
Рет қаралды 64 М.
|Episode 2 S8| Inzuza, Inkanyamba and Umndawe, Indawo
1:03:42
Munchies and Thoughts
Рет қаралды 202 М.
Inside Out Babies (Inside Out Animation)
00:21
FASH
Рет қаралды 23 МЛН