UKUPHUPHA UDUTSHULWA KUNGASHO LOKHU

  Рет қаралды 23,734

HX MBOTHO

HX MBOTHO

Жыл бұрын

IZULU,NOMA UKUGADLWA NGEMITHI YOBUTHAKATHI

Пікірлер: 98
@namhladlomo1140
@namhladlomo1140 Ай бұрын
Uma uphupha umuntu omthandayo edutshulwa
@GuguRejoiceDlamini
@GuguRejoiceDlamini 2 күн бұрын
Yo syabonga esh Liza kaningi leliphupho kimi
@siyandamchunu5319
@siyandamchunu5319 Жыл бұрын
Saw'bona Gogo. Ngyathemba ukahle, ngiphuphe ngisendlini ngibuke inqola le edonsiwa amahhashi, ngabheka ngaphandle kwewindi ngabona ikhehla ligibele ihhashi elimhlophe. Mangiphumela ngaphandle ngahlangana nehhashi elinye elimhlophe ngaligibela. Ngisaligibela ihhashi Kwavela ihhashi elibomvu elithukuthela, lasijaha, labaleka lelihaahi engiligibele.. kodwa ihashi elibomvu belishesha kunaleli engiligibela lagcina lingibamba langiwisela phansi, mangiphansi langiluma ngeshlungu esinjani. Kwagcina kufika uMa nabanye bezongisiza.
@Leah-pw9fn
@Leah-pw9fn Жыл бұрын
Amen mama. Maye ulusito kitsi Kakhulu.Inkosi yomusa mayi kwandzisele tinsuku tekuphila. Ngabe lucingo lwakho luyasebenta yin mama. Uma ngikushayela alungeni. Ngyabonga ❤❤❤
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngyabonga yebo luyasebenta
@NontokozoPhilisiweKubhek-gu3go
@NontokozoPhilisiweKubhek-gu3go 3 ай бұрын
Amen gogo ngathi usho kimi ensukwini nje ngiphuphe ngidutshulwa zangena impela inhlamvu ezimbili enyameni kodwa amanxeba azo bekungathi izibazi nje ezimbili cz bezingavuzi gazi bekungathi into nje endala
@user-jt3kc6zd1p
@user-jt3kc6zd1p Жыл бұрын
❤❤❤❤thokozan bogogo syabonga for everything ngokusikhulisa kwakho
@mariamangwane7085
@mariamangwane7085 Жыл бұрын
Thanks again Gogo for sharing this with us 🙏🙏❤️
@SanMatteo-pz6bh
@SanMatteo-pz6bh 4 ай бұрын
Mncwaah umuhle makhosi❤❤
@bongiweluthuli3897
@bongiweluthuli3897 11 ай бұрын
Ngyabingelela gogo Ngicela ukubuza Kusho ukuthini ukuphupha uthi uvula amanzi empomlini uyageza umpompi uphuke akuthele amanzi kusuka ekhanda ube manzi te uwvala umpompi awvaleki ubone amabhubesi ngathi anoku orange bese niyabaleka niwabukele kude nawo nibuka kodwa Eli a a abantu abase mgaqweni abuye ame Anibuke kodwa uwa ona ukuthi khona abahlaselayo Ngibonge gogo usazonglhendula Ngicela ne number yAkho avengikudinga gogo amen
@JohannaSizakele
@JohannaSizakele 22 күн бұрын
Thokoza Gogo ngiphuphe ngiditshulwa kodwa ngangafi ngazilalisa wahamba lomuntu
@user-hr5do7ft7e
@user-hr5do7ft7e Жыл бұрын
Siyabonga sisi. Waze wamuhle
@pammap9793
@pammap9793 Жыл бұрын
Sawubona NaMbotho. Siyabonga incazelo. Uma uphupha kunguwe oDubulayo kusho ukuthini kona. Ngoba mina ngisanda kuphupha ngidubula Indodakazi yami ingenze lutho singaxabene nomunye ebeseduze kwakhe.
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
kungabika ummbango wokuthi emndenini wakho kwaba khona abagadlana manje bakukhombisa ngabaphilayo
@ndilekamatangana3188
@ndilekamatangana3188 Жыл бұрын
Yeyi Waze wamuhle cc ♥️
@lindelanimdletshe8850
@lindelanimdletshe8850 Жыл бұрын
Sawubona sisHlengi🙏🏾sibonge iskhathi sakho ngolwazi lwakho.... Ngicela ukubuza ngokunikwa umkhonto, kungaliwa kukahle,phakathi esontweni isiphelile inkonzo; umkhonto omncane noma omfishane, ongaphansi kwengalo ubufishane...#siyabonga
@lungilenkwanyana2555
@lungilenkwanyana2555 11 ай бұрын
Amen mama ngicela ukubuza kuth kusho ukuthini ukuphupha ukhuluphele abantu bekubaba ngaze ngabaleka bangilandela bengbuza kuthi ngibaleke Lani
@nhlakssibekoprettykmamajol9777
@nhlakssibekoprettykmamajol9777 Жыл бұрын
😢😢 Thokoza Mahlengi yenzeka kimina loyonto and ngiphethwe isinqa esingapheli. And ngize ngambona esezifikele yena mathupha lo. Ngiyabonga
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
unkulunkulu akuphilise nkosiyami
@gugumbatha1496
@gugumbatha1496 Жыл бұрын
Siyabonga kakhulu cc Hle incazelo emnandi kangaka..Ngicela kubuza Uma uphupha uhamba nomama wakho osowashona nihamba ngemoto kodwa kunetha izulu liba ngathi liyakhemeza bese athi umawakho vula kancane ama windows khona kuzobonakala kahle
@-Thobeka
@-Thobeka Жыл бұрын
Izandla zidlula ikhanda, ngiyabonga Kakhulu, ngisempini bayangizama, ngike ngaphupha ngiditshulwa kodwa izinhlavu singangitholi
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
bayakuzama kodwa bayahluleka
@kefiloekaybee8644
@kefiloekaybee8644 Жыл бұрын
Asbonge Mahlengi, Ngicela ungithinte , bengilokhu ngizama ukukuthinta kodwa ucingo luvaliwe. Makwande Mandlovu Make
@user-qb8hd5fi3z
@user-qb8hd5fi3z 2 ай бұрын
Makwande ndicela ukubuza xa uphupha uxotshwa uzinceda ngani ❤❤
@thandiwembatha6769
@thandiwembatha6769 3 ай бұрын
So yini engangisiza🙏🏼
@zodwangozo8518
@zodwangozo8518 8 ай бұрын
Ngiyabonga yazi hlengi hlengi
@AriesKing-jy6nd
@AriesKing-jy6nd 3 ай бұрын
Siyabonga gogo
@celokuhlentshaba1806
@celokuhlentshaba1806 11 ай бұрын
Saw'bona Sisi Hlengiwe! I hope uryt. Thanks for sharing the video and thank you so much for your explanations, ave usichazela kamnandi bandla👏👏👏. May God bless you with many years cz ng'yabona ukuthi kukhulu esisazokuzuza lapha kuwe. Nami kunamanye amaphupho angihluphayo engisafisa ukuthi uke ungilekelele kuwona. Kodwa-ke awuthi ngiqale kuleli. Engabe kusho ukuthini ukuphupha umuntu osabeka ngendlela eyisimanga eqhamuka empumalanga? Into engike ngiyiqaphele ngalomuntu ukuthi njalo uma eqhamuka sibaleka SONKE kulendawo engisuke ngikuyo silubangise entshonalanga. Lomuntu akalimele, akanalutho angazi simusabelani. Usuke engagijimi kodwa futhi akaqheli emvakwethu. ukube k'thiwa usuke ethanda ukusibamba engabe ugijima aze asidlule, kepha uzishayela kancane nje. Ng'yacela bandla ukuthi uke ungihlaziyele uma uwutholile Lom'layezo cz leliphupho selingihluphe kaningana🙏🙏🙏
@dawnmadonsela5877
@dawnmadonsela5877 Жыл бұрын
Sbonge maMbotho ngencazelo. Khula nkosazana kwande kukhanye ❤
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngyabonga
@spho1190
@spho1190 Жыл бұрын
Syabonga Mbothokazi. Ausemhle mntase.
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngiyabonga
@sihlemkhize4738
@sihlemkhize4738 Жыл бұрын
Sawubona SisiWethu omdala. Ngicela ung'lekelela kulamaphupho amabili amfishane. 1) uk'phupha ubona umuzi owakhiwayo kamaKhelwane , kuthe kusenjalo kwaqhamuka intombazane yacela ukubekelwa ama-blocks okwakha ekhaya bawafaka ngaphakathi ekhaya. 2) ukupha ubona inyoka enobungozi (imfezi) egcekeni kunetha , bese siphuthuma ukovala endlini ukuthi ingangeni kodwa igcine iputshulukile yangena ngaphakathi endlini.
@mlondolozindlovu6348
@mlondolozindlovu6348 Жыл бұрын
Asibonge sisi mina ngeke ngaphupha abantu bengikhombe ngezibhamu kodwa lapho bekukwenye indawo enginga yanzi, kuthe basangikhobile kwavela amasothsa amathathu ama ngaphambikwami akhipha izibhamu adubula laba bantu ebebekhobile ngezibhamu ngibaleke mina ngize ngiphumele ngasekhaya Ngizo linda incazelo asibonge
@MrMphongoma
@MrMphongoma Жыл бұрын
Siyabulela maMbotho ❤
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ngyabonga
@jabulanimabuya9691
@jabulanimabuya9691 Жыл бұрын
Ngiyabonga gogo yazi ngivukenalo lephupho 2days back namanje kusebuhlungu langaphupha ngidushwulwa khona belingidla lephupho ngingaz licazani
@anelabanzi438
@anelabanzi438 Жыл бұрын
Sawubona Mambotho❣️🥰
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
yebo unjani empilweni
@user-ex6dd9em7s
@user-ex6dd9em7s Жыл бұрын
Wamuhle gogoz
@thuthumchunu1414
@thuthumchunu1414 6 ай бұрын
thokoza gogo
@siyandatmngomezulu4194
@siyandatmngomezulu4194 Ай бұрын
Gogo Kusho ukuthini ukuphupha udutshulwa Nino Mngani wakho, nibaleka nizama ukucasha , bese kuthi ekugcineni lo onidubulayo ugcina ngimubulele ngaso isibhamu. Sakhe . Kwathi kusuka lapho sabaleka sengimubulela lomuntu , sathi sisa baleka umphakathi siya funa sacasha futhi
@user-iu6by1uq1i
@user-iu6by1uq1i 7 ай бұрын
Mina ngiphuphe bhuti wami dutshuliwe
@delisilesibeko433
@delisilesibeko433 5 ай бұрын
Ukhuluma ngami gogo ngangidutshulwa nabantwana bami bonke esibonakalisweni kodwa kwaqhamuka umhlabelelo othi ngihawukele dlozi lami sahlabelela kakhulu sibaleka ngaphansi kwe bridge ya sekuku ningi kwenzekile inkinga ukudlula kulesisimo ngizivule ngobà bangivala ehlangene nogobela engamnikwa idlozi owami umbuzo ngizivula kanjani sibi isimo
@siyandamchunu5319
@siyandamchunu5319 Жыл бұрын
Saw'bona, ngicabanga nokuphupha ukwazwa ngombese kuyinto eyodwa nalokho okuchazile.
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
ummese kusho ukuthakathwa okufaka nokuphonswa nangezibhobo kodwa kucishe kube into eyodwa kuhluka ngokuthi usuke umusola okuthakathayo
@duduzilecharlotte6417
@duduzilecharlotte6417 Жыл бұрын
Thokoza gogo ngicela ukubuza ukuthi kuyaqhubeka yini ngesonto ukungena emanzini ngiyabonga kakhulu
@thabilesilwana6375
@thabilesilwana6375 2 ай бұрын
Thokoza gogo mina namhla ngiphuphe umuntu engikhomba ngesibhamu ngagcina ngimemeze isibongo sakhe wathatha isibhamu wasibeka
@dimphondlovu5551
@dimphondlovu5551 5 ай бұрын
Ngiphuphe kuthunyelwe abantu ukuthi bangdubule, bangdubula but I didn’t feel anything and angfanga and I had to pretend as if ngfike but oyedwa wabona ukuthi ngsaphila, ngavuka ngasho ukuthi angdubuleki bazama futhi still ngangadubuleka and bajika bakhonza mina
@khomolizzy8899
@khomolizzy8899 Жыл бұрын
Kuthangi nami ngiphuphe ngidutshulwa abantu ebengingabazi kodwa ngababona.Kuthe kusuka ngangasaboni muntu ngabona izibhamu zivelekancane mina sengiphakathi nendawo sezidubula masayidi wonke.Ngezwa imbambho zibuhlungu kodwa langaphuma igazi . Ngandiza zasala kanjalo izibhamu.wonkeke amaphupho mina ngiyandiza.Kuthe kusenjalo ngabona abantu bebabaza abangaziyo bethi aibo Kanti usaphila 😂😂😂.Ngabonukuthi amakhehla bengivezela izitha ukuthi azihleli.Ngiyamba namakhehlake mina gogo nenzuza.
@mirensigawuke256
@mirensigawuke256 4 ай бұрын
Thokoza.gogo umabekudunula kuncazani
@mlungisimakhiloyi8607
@mlungisimakhiloyi8607 Жыл бұрын
Thokoza Mambotho:🙏Asibonge ngalengcazelo usilethele yona.
@vusizimu905
@vusizimu905 11 ай бұрын
Thokozani Emakhosini - Ngiyabonga kakhulu.
@SimphiweMzizi-pr3wp
@SimphiweMzizi-pr3wp 4 ай бұрын
Sawubona gogo uma ugwazwa ngomese entanyeni kusho ukuthini
@user-yo3fc5wr9n
@user-yo3fc5wr9n 10 ай бұрын
Ukuphupha iindonga zezindlu ezingasahlali bantu
@viwomakongolo4044
@viwomakongolo4044 Жыл бұрын
Sawubona gogo mawuphupha uhamba ngaze etratweni ungagqokile impahla kutsho kuthini liyandihlupha leli phupha.😢😢😢
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
uma ungagqokile kubika ukuphoxeka nokuhlambalazeka ngoba ubesitratweni kusho ukuthi bazokwazi abantu ngento engase ikuphoxe
@viwomakongolo4044
@viwomakongolo4044 Жыл бұрын
Ndiyabonga kakhulu Mambotho for the light and clarity
@sandilelindanisithole1066
@sandilelindanisithole1066 Жыл бұрын
Hello maMbotho, iyiqiniso le video. Kwenzeke njengoba usho , ngaphupha isbhamu kanye nokudla after lokho ngigula into engapheli. Ngikhwehlela sengzolala ebsuku kanti nama philisi akwa dischem awasizanga .
@-Thobeka
@-Thobeka Жыл бұрын
Ngiyabingelela Gogo, kunempi phezu kwempilo yami ngike ngaphupha emva kwephupho ngiditshulwa, ngaphupha ngisendlini ekhaya lapho ngiganele khona sisekhishini nabantwana Kanye nomamezala wami, bonke bayaphila, wathi angishanele phansi ngithe sengibutha izibi, ngabona izithunzi kwavele kwamnyama ithinzi engathi liyangiphusha lingiphushela ekameleni lakhe Umama, ngizama ukulwa sengithandaza ephusheni ngezwa umyeni wami esengivusa, Before ngiphuphe leliphupho ngaphaphama around half past one kwathi angikhulekele amanzi ngifafaze endlini, ngakwe za kodwa ngafafaza in my bedroom kuphela. After umyeni wami esengivusile wathi naye ebephupha sengathi ubona izithunzi sika mama wakhe endlini e passege sehla senyuka. Sorry for long message ngicela your number please.
@user-rk7ob2eu6o
@user-rk7ob2eu6o Жыл бұрын
Sawbona siswami inumber yakho ayingeni bengifisa uku phone
@mamoleliarebabedi8291
@mamoleliarebabedi8291 Жыл бұрын
Thank you sis🙏🙏
@KING_VON7688
@KING_VON7688 Жыл бұрын
Hi cc Hlengiwe. Ngicela ungicazela ukuthi kucazani ukuphupha uhamba endleleni encane yezinyawo. Nokuhamba ngemonto eshayelwa ex yakho igijima ngesivinini esikhulu.
@lesedilekabe101
@lesedilekabe101 Жыл бұрын
Siyabonga ngeVideo, Sis. Manje kulesimo uMuntu angenzani ukuzivikela?
@user-mu4ut8ez3l
@user-mu4ut8ez3l Ай бұрын
Sawbona! Mina last week ngaphupha ngilunywa inyoka esandleni sami sokudla yangishiya nginembobo nje la engilume khona. Ngicela ukubuza ukuthi ngabe lokho kuchazani? Inyoka yayimnyama
@khomolizzy8899
@khomolizzy8899 Жыл бұрын
Thokoza gogo ayi wayibeka
@victoriankosingiphiledladl5131
@victoriankosingiphiledladl5131 Жыл бұрын
Thokoza Gogo two days ago ngiphuphe ngibona umuntu efuna ofuna ukukungidubula ngizolwa kanjani ke nalempi yesibhamu
@nolwazimlotshwa
@nolwazimlotshwa Жыл бұрын
Kuchaza uthini uphupha umuntu omaziyo , eyiphara nomuntu oyi ex yakho eyiphara
@MpethaZulu
@MpethaZulu 11 ай бұрын
Sawbona mama wethu ninjani bengicela inamba khona okubhekene nempilo Yami nqo ebengifisa ungicacisele kukho hleze ngisizakale.ngyabonga.
@zukiswabada6165
@zukiswabada6165 Жыл бұрын
Ntombedala enhle ninjani bo. Camagu makhosi.
@MchazileShandu-cn8mj
@MchazileShandu-cn8mj Жыл бұрын
Ngiyabingelela gogo nami ngiyabonga wayicaza ngedlela engiyazi ngayo kade ngivuka nalo ngomsombuluko kdwa gogo lingidinde ngo a ungishayile manqede wazishaya yena kanye noseceleni kwakhe ngangazi manje
@thabilesilwana6375
@thabilesilwana6375 2 ай бұрын
gogo ngicela ukubuza uma uphupha imali eningi ingo 100 bodwa abaningi kodwa kuba ngathi ukumuntu oniphethe ebandleni kusho ukuthini
@NokululaneLulane
@NokululaneLulane 2 ай бұрын
Thokoza
@TshepisoMbonde-iq8lh
@TshepisoMbonde-iq8lh Жыл бұрын
Thokoza gogo ngicela incazelo ngiphuphe ngikwenye nje indawo kunedamu abekunezwi elithi masihlulisane ngokwenza i rainbow mina ngilule isandla ngasibhekisa emafini amnyama kwavela indwangi emhlophe ehlobiswe nge rainbow. Elesibili bekungathi siya emncwabeni kodwa ngibone umzala ongasekho ephila mangithi kuye masamba wala wathi uzongthola phambili mangifika ngibone bakhanda ibhokisi lokuncwaba eceleni kunengane kamzala engasekho ithi asambe iyongibonisa mina bengihamba phambili ngilite i tosh
@SibusisoSiphesihle-eg6ks
@SibusisoSiphesihle-eg6ks 11 ай бұрын
nkosazani ngyphila mina ngythemba nawe uyaphila mina ngisacela usifakele iyinumber zakho ukth utholakala kanjani ngybonga
@user-ze1dp7gq8f
@user-ze1dp7gq8f 5 ай бұрын
Mholo mama wam ndiya cela ndibona ndinyuka ehlatini elide unyuka ucangcatha ema weni ndayoqabela ngaphezulu xa ndijonga emuva ndibone imvubu yofele esisabhokwe sehashe xandi yobona iyatshibilika itshona eliweni Phami kwam kune supervise yam xa ndina phezullu ndibone inkomo ezininzi ezintle ziza phambi kwam andilazi ukuba lithini enksi
@lungilembona4737
@lungilembona4737 8 ай бұрын
Hlengiwe. Ngicela ukubuza kusho ukuthini ukuphupha ubona umuntu ebulawa egwazwa aze afe.ukuphupha umuntu wakwenu egulela ukufa
@Thandeka-mz9vm
@Thandeka-mz9vm Жыл бұрын
Thokoza gogo ngicela ukubuza kusho ukuthi ukuphupha ingane eno 10 years ikukhmbisa ubuze bayo ithi buka yona ayisesiyo intombi bese ivula amathanga
@SIPHUMELELEZONDI-ld3rj
@SIPHUMELELEZONDI-ld3rj Жыл бұрын
Thokoza gogo ngivuka nalo namhlanje leli phupho ngidutshulwa ngiphapha kungath ngiyafa manje yini rngingayenza ukuzvikela noklwisana nesimo esinje
@SifisoNdlovu200
@SifisoNdlovu200 Жыл бұрын
Ngiyabingelela dadewethu. Ngicela ukubuza ukuthi kuchaza ukuthin ukuphupha ingane eseshonile. Kodwa lengane ingathi ikhavekile, kungathi ngingasho ukuthi ngathi ibizalwe imbethe
@brytennyathi5011
@brytennyathi5011 Жыл бұрын
Ngyakubingelela dadewethu maMbotha zwana nanti iphupho liyangidida ,ngiphuphe ngibona umfawethu engimlamayo ehleli beliqembu labanye abantu engingabazi but umfowethu ubedla umbila ngambona ehleka waze waqethuka phansi mpela, ngaleskhathi mina bengihleli ngingedwana lami ngisidla umbila but owami ubuyi half uganyuliwe futhi bengingumuntu odanileyo,,ngcela ungisize ngencazelo yalapho dadewethu
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
uma engasaphili kusho ukuthi ezintweni onazo unesandla ekukupheni onakho kodwa ubomkhumbula umenzele okuthize ngoba ukhombisa ukuthi okuningi kukuye umbila usho into enhle elokhu iziqala phansi kuwe kungaba inoma yini engakuphilisa ngokuzondla
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
uma ephila kusho ukuthi uzophila kangcono kunawe empilweni kodwa wena engakwazi ukukulekelela
@brytennyathi5011
@brytennyathi5011 Жыл бұрын
Ok ngyabonga incazelo maMbotho,cha yena usaphila mpela umfowethu mina besengicabanga ukthi mhlawumbe ulesandla ekucindezelekeni kwami ubafoe
@user-hc2xu4gp7o
@user-hc2xu4gp7o 4 ай бұрын
Cela ukubuza if uphupha kudutshulwa ubaba wengane yakho, akumebeni bekumele kudutshulwe mina, cela ukubuza kuqonde ukuthini?? Ngiyabonga
@mlungisimakhiloyi8607
@mlungisimakhiloyi8607 Жыл бұрын
Okunye ebengisacela ukukwazi ukuthi usafoneleka yini Gogo?
@ntwenhlembanjwa6201
@ntwenhlembanjwa6201 10 ай бұрын
THOKOZA GOGO NGISACELA INAMBA YAKHO UKUZE NGIZOZA KUWENA UNGELEKE LELE NGIYABONGA USAZOPHENDULA.
@arthurdejager1775
@arthurdejager1775 3 ай бұрын
Thokoza, how do we get hold of you?
@buhlenkitha1191
@buhlenkitha1191 10 ай бұрын
Ngcelubuza ma... Masowuphupha uMithi okanye mase ipartner yakho ikuphupha uMithi kutshoni?
@fanelemkhize2612
@fanelemkhize2612 10 ай бұрын
Uyadubula kodwa angifi futhi akuphumi lutho kodwa uyadubula??
@eyamadodaayiphelinkulunkul5127
@eyamadodaayiphelinkulunkul5127 Жыл бұрын
Ndicela ukubuza mhlobo wam ukuphupha ubona usaziwayo umzekej mina ndiphuphe ndibona uNomusa Dube- Ncube owu ndunankulu wase KZN same day ngaphupha ndibona ukhokha (lucky bean) lona o red and white. Enkosi🙏
@willowvalemkhwanazi1912
@willowvalemkhwanazi1912 Жыл бұрын
Kusho ukuthini ukuphupha umama wakho ophilayo kufika umbilo wokuthi ushonile?
@hxmbotho3458
@hxmbotho3458 Жыл бұрын
kusho ukuthi kungase kube khona ilunga lomndeni elingadlula emhlabeni noma umuntu omaziyo osondelene nawe njengomakhelwane kodwa oseduze nawe noma ozomazi nje onobudala cishe bubekumama wakho
@maudramphai1053
@maudramphai1053 Жыл бұрын
Sawbona.ncela ukubiza ku shoni uku phupha umuntu a qcoke oversized clothes.and e Philile ku stroke kodwa yena anga boni until ngimtshela wamangala.uma ezi beka And in real.lufe one stroke vele
@GuguRejoiceDlamini
@GuguRejoiceDlamini 2 күн бұрын
Yo syabonga esh Liza kaningi leliphupho kimi
@nomvelisontanjana374
@nomvelisontanjana374 Жыл бұрын
Thokoza gogo, ngicela MA unechance ukhe uschazele ngobuhlalu according to their colour's...
@user-rk7ob2eu6o
@user-rk7ob2eu6o Жыл бұрын
Sawbona siswami inumber yakho ayingeni bengifisa uku phone
@user-rk7ob2eu6o
@user-rk7ob2eu6o Жыл бұрын
Sawbona siswami inumber yakho ayingeni bengifisa uku phone
Ukuphupha udutshulwa | @pastorweningi
4:49
Nufliq
Рет қаралды 15 М.
waqaphele lamaphupho asho ukuthwetshulwa abakuzama ngawe
5:22
A teacher captured the cutest moment at the nursery #shorts
00:33
Fabiosa Stories
Рет қаралды 57 МЛН
Smart Sigma Kid #funny #sigma #memes
00:26
CRAZY GREAPA
Рет қаралды 9 МЛН
Double Stacked Pizza @Lionfield @ChefRush
00:33
albert_cancook
Рет қаралды 123 МЛН
Ukuphupha ingane kuhle kubi
14:08
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 2,1 М.
UKUDIKIZA KOMLOMO,ISO Kchazani
9:46
HX MBOTHO
Рет қаралды 172 М.
Lezizi Lwane sisuke ziletha umyalezo womoya esekhaya lakho
17:56
Kuthiwa unenhlanhla kodwa awuyiboni kwenziwa yini lokho?
26:01
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 57 М.
Ukuphupha Amaphupho Empumelelo.[0780046059]
9:47
uMkhanyakude-Abangoma
Рет қаралды 56 М.
Uma behliphisa impumelelo yakho uzophupha kanje
9:08
HX MBOTHO
Рет қаралды 68 М.
ukuphupha ibhasi,noma ushayela imoto kusho ini ?
10:55
HX MBOTHO
Рет қаралды 200 М.
BAYAKUCHITHA MAWUPHUPHA LAMAPHUPHO
6:42
HX MBOTHO
Рет қаралды 57 М.
ukuphupha umuntu osashona (0747058365 for consultations)
2:43
Dlozi lakithi
Рет қаралды 19 М.
A teacher captured the cutest moment at the nursery #shorts
00:33
Fabiosa Stories
Рет қаралды 57 МЛН