UKUSINDISWA | Impunga Yesintu TV

  Рет қаралды 11,961

Impunga Yesintu TV

Impunga Yesintu TV

Күн бұрын

Ungavumeli insindiso ivimbe phambi kwakho ibe wudonga

Пікірлер: 68
@msizindlela5003
@msizindlela5003 4 жыл бұрын
Wasithinta isihloko esibalulekile, owesmame osindisiwe angsoze ngamenza uMakoti emzini kaBaba ngoba ngizohammba asale ephambanisa izinto ekhaya
@thobanindlela103
@thobanindlela103 4 жыл бұрын
Sho bafo ngeke simvume umakoti osindisiwe uzohlupha
@khulumhlongo2176
@khulumhlongo2176 4 жыл бұрын
Ukusindiswa kulahlekise abantu abaningi
@mthobisilindokuhlenyandeni3983
@mthobisilindokuhlenyandeni3983 4 жыл бұрын
Syabonga Nduna KaNdaba ukusondla ngolwazi lomphefumulo oluyifa kithi sizwe esimpisholo. Mpunga yesintu ngyacela ngelinye ilanga uke uthinte indaba yokuphelezela nokufihla umuntu osendele kwelamathonga. Ngingabala okumele kwenziwe engakafihlwa nokumele kwenziwe elibeni lakhe.
@mammseleku
@mammseleku 4 жыл бұрын
Uqinisile, ngoba Nami ngoba bengisindisiwe bengazi ukuthi impilo imile ngiloke ngithi isikathi sankulunkulu siyeza, ngaphaphama ngelinye ilanga ngayohlolelwa kanti ngithakathiwe, ngithi abantu abakholwe kodwa khona izinto ezilungiswa isintu.
@MaTshabangu
@MaTshabangu 3 жыл бұрын
The best topic ever, our parents are to blame for this Nsindiso nonsense. Siyabonga 👏🏾🙏
@umcebiseni6474
@umcebiseni6474 4 жыл бұрын
Siyabonga Mpubga yethu. Bazogxeka abagxekayo kodwa mina ngiyakuzwa khehla lami
@kusasalakhehlongwa4199
@kusasalakhehlongwa4199 4 жыл бұрын
Thina bentulo ebande ngodonga kwaBhekuzulu syathokoza Mpunga yesintu liphunga kahle ishoba lakho 👐❤
@perfectmtshali9652
@perfectmtshali9652 3 жыл бұрын
Wayibeka Mpunga yesintu ngathi ungavula isikole esikhuluma ngazo lezinto ngoba abantu badukile kakhulu imfundiso yase ntshonalanga.
@selassies9783
@selassies9783 4 жыл бұрын
Abazali r a real problem💯💯💯🙏🏻
@DJMVGX
@DJMVGX 4 жыл бұрын
it's not just them. for some reason it's everyone else too😏
@ebenezermissiontv
@ebenezermissiontv 3 жыл бұрын
Uyazi ngisindisiwe kodwa ngivumelana nawe kokuningi. Ngoba onkunzimalanga bayazalisa bese bevika ngokusindiswa. Ngivumelana enkulumeni oyibekile ngo-80%
@mskhumalo5118
@mskhumalo5118 4 жыл бұрын
Useyintombhi nto ngosindiso 😆😆😂 😂 he e!! 6:14. Ayi Mpunga ukhuluma amaqiniso kphela.
@siyandandlangamandla8137
@siyandandlangamandla8137 3 ай бұрын
ay ingiqedileke leyo😂😂😂
@malixolemdutyana7733
@malixolemdutyana7733 4 жыл бұрын
Ey wayibeka yacaca kuhle kwekat elimhlophe Mpunga🔥🔥🙌🙌
@siyabongablack9344
@siyabongablack9344 4 жыл бұрын
Nduna kaNdaba 👏🏾👏🏾singabazali yithi ngempela esikwazi ukwelungisa amaphutha noma sibenesandla sokudukisa sonele nesizukwulwane esizayo.
@mbalenhlemakhubo5472
@mbalenhlemakhubo5472 4 жыл бұрын
Siyabonga bhuti ngolwazi osicobelela ngalo sifunda lukhulu lapho kuwena
@djmekzathesilentone3184
@djmekzathesilentone3184 4 жыл бұрын
Siyabonga Mpungazana cha uwena impela ophethe isintu kanye Nomhlaba wonke kade ngizama ukuxhumana nawe ngicela ukuthola incwadi ethi Sithini isintu, sengawathola Amava Ahlabahlosile.
@doubleBha66_xaba71
@doubleBha66_xaba71 4 жыл бұрын
✨Impuuuuunga!🤝🏾
@mncedisimiya616
@mncedisimiya616 4 жыл бұрын
Yey wasiphatha isihloko esibucayi, isihloko esixabanis intsha namhlanje, Mina angsoze ngavula ibhayibheli, ngeke ngagqoka imfundiso yomlungu yena I ngeke wambona eguqa emsamo
@nkosingiphilengcobo8885
@nkosingiphilengcobo8885 4 жыл бұрын
Ngisaphinda ngiyasho ngithi inkolo isona sitha esikhulu kunazozonke somuntu onsundu
@siphesihlemchunu5979
@siphesihlemchunu5979 4 жыл бұрын
👐👐👐👐👌👌 Syabonga Mpunga abantu badukile abaningi.....
@sandilemzwandile1591
@sandilemzwandile1591 4 жыл бұрын
Ngiyayizwa mina impunga... kunjalo mpunga. Asike sibuyele kokwethu kosisiza lokho
@siyasangadamane4173
@siyasangadamane4173 4 жыл бұрын
Ndunakandaba ngiyayithanda I topic and iliqiniso kakhulu, bayalahleka abantu bakiti ngale ntsindiso yamanga engekhoyo.
@NsikeSibisi
@NsikeSibisi 4 жыл бұрын
Impuuuuuuunga. Siyabonga, sizwile futhi.
@solomonlanga6153
@solomonlanga6153 3 жыл бұрын
Mpunga yesintu nawu umbuzo wami umama akashadanga wabe esephuma umuzi nabantwana bakhe wabinkwa lomuzi manje ngingashadela kuwo noma kumele ngishadele kwamalume
@laurenthankssomuchmtungwa4834
@laurenthankssomuchmtungwa4834 4 жыл бұрын
Ngiyabingelela Mpunga mina sengiphelelwe ngamaqhinga ngokuhlupheka ngihambe kubathandazeli ngahamba kwabesintu kodwa akuhlangani lutho Mpungu ngisize nhempilo yami akuhlangani lutho lasenganeni zami
@nandiphasango8966
@nandiphasango8966 4 жыл бұрын
Impuuuuuunga!!!!
@gatshenimphongo8579
@gatshenimphongo8579 2 жыл бұрын
Engazwanga kanandlebe qha,imbuzi siyhlaba ngoba imele icala lethu,eqinisweni igazi lokukhoka icala mele kube ngelikamoni,kodwa ngoba enembuzi asebenzise yona ke ubana imumele
@thembagumede6640
@thembagumede6640 4 жыл бұрын
Wakhuluma Mpunga, sifana nezihlahla ezifuna ukumila ngaphandle kwezimpande.
@elsiemotsamai1760
@elsiemotsamai1760 3 жыл бұрын
Khuluma baba silalele
@lethukuthulantuli1082
@lethukuthulantuli1082 4 жыл бұрын
Loooool Ngiyayithanda lena Mpunga
@thubadlamini2292
@thubadlamini2292 3 жыл бұрын
Siyabonga ulwazi insindiso usiphendule udonga
@cyabongakhumalocyabonga1856
@cyabongakhumalocyabonga1856 4 жыл бұрын
iqiniso Mpunga ..........knjalo mj
@thandekaoctivia2216
@thandekaoctivia2216 4 жыл бұрын
Syabonga mkhaya ngolwazi osinika lona
@oupazwane7560
@oupazwane7560 4 жыл бұрын
Ndunakandaba mfethu uyangibusisa ngoba iqiniso ulibeka njengoba linjalo uyangilapha mihla yonke yamalanga hambanami Mpunga ngibambelele kuwe
@mnqobishandu9669
@mnqobishandu9669 4 жыл бұрын
Nduna kaNdaba
@thobilekhumalojessy6909
@thobilekhumalojessy6909 4 жыл бұрын
Mina yinye into e ngicela ningiphendule kuyo seloku kwasontwa yini enhle emhlabeni okuhle kungakhi okubi kungakhi kunjani namuhla
@impungayesintutv
@impungayesintutv 4 жыл бұрын
@@thobilekhumalojessy6909 Mmmm wabuza into ejulile
@sandilemzwandile1591
@sandilemzwandile1591 4 жыл бұрын
@@thobilekhumalojessy6909 mina selokhu ngalibona ilanga, ayikho into enhle emhlabeni ngaphandle koBunazaretha noShembe uNyazilwezulu
@umcebiseni6474
@umcebiseni6474 4 жыл бұрын
Yo ayilali iMpunga!
@siyangubane4721
@siyangubane4721 4 жыл бұрын
Impuuuungaaaaa....
@mthokozisishabalala130
@mthokozisishabalala130 3 жыл бұрын
Mlekeleli, ngicela uke wenze iVideo usembulele ukuthi lwenziwa kanjani uhlelo lokulanda umuntu esibhedlela noma endaweni asuke eshonele kuyona.
@makaazo8365
@makaazo8365 4 жыл бұрын
👏👏👏👏👏 washaya mpungaaa
@alexbhebhe456
@alexbhebhe456 4 жыл бұрын
Nazoke Mpunga
@musigratitude3124
@musigratitude3124 4 жыл бұрын
Ngeke uKhulume nge Nsindiso ungakaze usindiswe ngokwempela, mina nje ngizothatha ngokuthi ukhuluma ubuwula udukisa abantu uma uzokhuluma ngento ongayazi oyifun'selayo.
@khanyisilekhanyile1475
@khanyisilekhanyile1475 4 жыл бұрын
Isilima wena
@phelelaninyawose4766
@phelelaninyawose4766 3 жыл бұрын
Eksodus 22v16
@clivengobese7500
@clivengobese7500 4 жыл бұрын
Wena we silo
@siwongiwemthala8614
@siwongiwemthala8614 3 жыл бұрын
Yinyani leyo woow
@siyandamchunu2656
@siyandamchunu2656 4 жыл бұрын
Ilapho mpunga uqinisile
@nduduzomchunu2389
@nduduzomchunu2389 4 жыл бұрын
Impunga Yesintu yamaqiniso
@wonder_Tv
@wonder_Tv 4 жыл бұрын
You right
@alexbhebhe456
@alexbhebhe456 4 жыл бұрын
Kungani mfokaMbanjwa kuthiwa "UShaka kwakuyinkosi yasemaShobeni" ngiyadideka lapho
@impungayesintutv
@impungayesintutv 4 жыл бұрын
Ngizoke ngiktholele kwenye inyosi
@nomusavezi6961
@nomusavezi6961 4 жыл бұрын
@@impungayesintutv ngingajabula kakhulu mtakababa
@sbusisokhwela7227
@sbusisokhwela7227 4 жыл бұрын
Hayi mabengezwanga namuhla soze babuye baphinde bezwe mfokaMbanjwa ngezwa mina phambili ndoda yamadoda
@vanithavanitha635
@vanithavanitha635 4 жыл бұрын
Yebo kunjalo mpela yiqiniso lelo siyabonga amaqiniso
@phelibanjwa5077
@phelibanjwa5077 4 жыл бұрын
Kunjalo Mpunga
@njabulonene7229
@njabulonene7229 4 жыл бұрын
Uwvusaphi uNgiyane Mpunga?
@laughteristhebestmedicine821
@laughteristhebestmedicine821 4 жыл бұрын
Ay mpunga yesintu beku ryt usakhuluma ngesintu cz isona osazi kahle not ukhulume ngensindiso cz yona awuyaz ingakho ukhuluma kanje, u are an expert kwizinto zesintu not nsindiso and ungayithinti cz awuyaz
@3signs617
@3signs617 4 жыл бұрын
Bhut wam ukhuluma ngento ongayazi if ukhuluma ngensindiso futh akukho lula ukuthi uyiqonde lento. Kodwake angophikisani nawe uryt ngendlela yakho.
@musigratitude3124
@musigratitude3124 4 жыл бұрын
Cha ngenhlonipho nje enkulu, ayikho lento oyikhulumayo. Uma umuntu esesindisiwe usuhamba izindlela ongazazi nokuzazi ngakho ke kuhle ukuthi ungakhulumi ngento ongayazi.
@fezekaMiya
@fezekaMiya 4 жыл бұрын
Ikuphi ke oku right? Ngiyazibuzela nje...
@buyimthembu3095
@buyimthembu3095 3 жыл бұрын
Siyabonga Mpunga yesintu ngoba iyasidida lendaba yensindiso
Imithetho yeladi labantu abadala ukuze liphumelele
17:01
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 6 М.
Kunomuntu othi mina kade ngangihamba angisizakali
29:38
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 20 М.
So Cute 🥰
00:17
dednahype
Рет қаралды 56 МЛН
Пришёл к другу на ночёвку 😂
01:00
Cadrol&Fatich
Рет қаралды 10 МЛН
Electric Flying Bird with Hanging Wire Automatic for Ceiling Parrot
00:15
NIBONGA UNKULUNKULU KUNGAFANELE
10:59
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 11 М.
Ukuhlaziya Amaphupho | Indaba Yesintu
48:13
Gagasi FM
Рет қаралды 30 М.
Umuzi awudayisi, kuyingozi ukuthenga uMuzi
12:57
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 2,8 М.
Yuval Noah Harari & Jon Kabat-Zinn: Mindfulness, AI, and Our Future
1:17:45
Wisdom 2.0 with Soren Gordhamer
Рет қаралды 14 М.
Ukuhlaziya Amaphupho | Indaba Yesintu
43:48
Gagasi FM
Рет қаралды 36 М.
Ukubangwa abantu abadala | Impunga Yesintu TV
11:15
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 54 М.
Uma nje usebenza kumele uyenze lento uzophakama nemali izohlala
23:41
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 18 М.
Ukulobola ngesibongo esi Wrong
20:54
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 4 М.
How to Stop Overthinking? | Sadhguru Answers
10:17
Sadhguru
Рет қаралды 6 МЛН
Ukusindiswa nokushisa impepho
2:08
Impunga Yesintu TV
Рет қаралды 2,5 М.
So Cute 🥰
00:17
dednahype
Рет қаралды 56 МЛН